Mahamba,
Mdlawumbane kaBhengu,
Wena Somkhele owawela uThukela uyomfun’ oSuthu.
Wena kaMgabhi,
Mageza ngobisi udle inyama namathambo ayo.
Wena magwaza ngomkhonto abuye ashaye izitha zakhe ngewisa.
Wena nduna kaBhekuzulu,
Wena waseMhlangeni owabalekela kwaNgwane nezinkomo zabeSuthu,
Wena Mahamba omnyama njengobusuku obungenankanyezi kodwa ukhanyisele amaBhengu.
Clan names
Gumbi
Gumede
Izibongo
Khambule
Mlaba
Mlambo
Mlotshwa
Msomi
Mthethwa
Ncube
Ndaba
Nene
Ngema
Ntombela
Nyoka
Nzama
Nzuza
Qwabe
Shembe
Ximba
Zondi
Zulu
Zungu
Zwane
Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!