isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Izithakazelo zakwa Magwaza

Magwaza,
Njinji,
Manqondo,
Yengwayo!
Wena wakwaJika bakhothame!
Mabhulubhense, nina beqhawe elathwala inkomo iphila!
Nina bakoMith’ emide!
Qethuka,
Ntshona,
Gidizela,
Wena waseMantandweni,
Maqondo
Thwalinkomo,
Sobiko wokubika ukuthandwa
Jiba khothama sibakhwebukhwebule nangezimbanjana zabo!

Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!

3 thoughts on “Izithakazelo zakwa Magwaza”

Leave a Reply