Izithakazelo zakwa Khoza

Mwelase
Ongaweli ngezibuko
Owela ngezimpambosi zomfula
Gumede!
Msuth’ owawela ngesihlengela
Malinga
Hhododo
Oth’ esayovela
Kanti kuvela okaNoMkobo noMsuthu
Khoza ozidlodlo
Khoza ozihhohodo!
Mkhathini!
Sokhabase!
Mlilo!

Ezinye izithakazelo zakwa Khoza

Khoza
Mwelase Ongaweli ngezibuko
Owela ngezimpambosi zomfula
Gumede!
Msuth’ owawela ngesihlengela
Malinga!
Hhododo
Oth’ esayovela
Kanti kuvela okaNoMkobo noMsuthu
Khoza ozidlodlo
Khoza ozihhohodo!
Mkhathini!
Sokhabase!
Mlilo!
Mangena!
Gumede!
Zingelwayo!
Sikhala sezintaba zaseSandlwane,
Nina bakaJozi libomvu,
Mkhonto ubuya nezibindi!

Leave a Reply