Hlongwane!
Ngwane,
Masumpa,
MaNgwane kaMasupa obamelele ngengo mthakathi.
Masenga sileka,
Nduku Zinobulongwe,
Zikhali ezingalingani nezamaxhegwana,
Nina bakaSangweni elingawelwa abafokazana liwelwa izinkonjane zasemaNgwaneni.
Sanga elibanzi elingavulwa abantukazana ngoba livalwe ngezihlangu zamadoda.
Nina bakaMatiwane.
Abaqhobosha ithole elintanga zimashumi,
Ligwalagwala lakithi elimadolo abomvu!
Izithakazelo zakwa Hlongwane
Clan names
Gumbi
Gumede
Gwala
Izibongo
Magwaza
Malinga
Manqele
Mkhatshwa
Mnguni
Mpangazitha
Ncube
Nene
Ntombela
Ntuli
Nzama
Nzuza
Qwabe
Shange
Shembe
Shezi
Zondi
Zulu
Zungu
Zwane
Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!
Ngisacela ukubuza izithakazelo zakongwane
Cofa lapha uthole imendulo, https://iafrika.org/izithakazelo-zakwa-hlongwane/?highlight=ngwane