Izithakazelo zakwa Hlekwane

Hlekwane,
Jingela kaMalengeni,
Magubangokwakhe,
Mphazima omuhle ohlezi endlini engashiswa yilanga,
Mkhangezi, wena ohamba emeveni angakuhlabi,
Wena ogeza ngemfe abanye begeza ngenanzi,
Wena kaSondela,
Ngange njengomyeni!

Leave a Reply