isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Izithakazelo zakwa Goqo

Ndaba!
Mwelase ongaweli ngazibuko owela ngezimpambosi zomfula, 
Nomvikela kaNokulamba kaDelwa,
Sobahle,
Dubandlela,
Ndongadilika kuphuze izimpohlo,
Godo olungahlalwa nyoni oluhlalwa amankankane kuphela.
Amalala amahle alalanomunwe endunu avuka awuncinda akhomba ilanga.
Lwembu olumahwatha othi ungaluthinta luhwathabale.

Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!

Leave a Reply