isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Izithakazelo zakwa Dzanibe

Dzanibe!
Nqolo!
Gaba!
Gaba ongapheli.
Mahlamba ahlale etsheni ngenxa yokuswela ithawula,
Manqolo qabani ibovu ngoba nibahle kakhulu ningadluli nabadluli bendlela.
Notshotsho!
Isigwamba sendlu asdluleli kwenye indlu.
UNdzathsane owahlula uMbathsalala.
Malanakhaya.

Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!

Leave a Reply