Sibalukhulu,
Mdlovu, Magaduzela,
Magaga kaNsele,
Wena owashisa umuntu ngesikhuni kwaze kwasa eyobayoba,
Mgoqo ovimb’ esangweni nansi impi,
Izwe lafa ngathini na?
Wena owabonela empunzini ukuthi kuyabalekwa ngoba yona yabaleka yaziphonsa ocingweni,
Ngonyama!
Izithakazelo zakwa Dlamini
Clan names
Gumbi
Gumede
Gwala
Izibongo
Khoza
Magwaza
Malinga
Manqele
Mdunge
Mgabhi
Ncube
Nene
Nkwanyana
Ntombela
Ntuli
Nzama
Nzuza
Phakathi
Qwabe
Shembe
Zondi
Zulu
Zungu
Zwane
Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!
cela ukubuza kuthetha ukuthini uphupha umi ngasemfuleni onamanzi amdaka
Nalu ulwazi esinalo ngalokho: https://iafrika.org/amaphupho-ngomfula/
Thina ke labo.