isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Izithakazelo zakwa Buthelezi

Shenge,
Sokwalisa,
Mnyamana kaNgqengelele,
Phungashe,
Sondiya,
Mnandingamondi,
Wena owadliwa zindlovukazi zamlobolela,
Nina zinyawo ezimahhele,
Enaganisa izintombi nanganye nangambili!

Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!

4 thoughts on “Izithakazelo zakwa Buthelezi”

  1. USHENGE idlozi elikhulu lakwaButhelezi ezalwa uNdaba,yena azale uNgwane, uMlambo,Qwangubane,Mnandi,noLuzumane.bese bona bazale lesizwe esigcwele umhlaba.bezalelwa kwaNomahhina ekomkhulu.yizoke izindlondlo ezasikhiphela uNqengelele owazala kakhulu wafuzwa uMnyamana emadodaneni (19)akhe nabanye.

    Reply

Leave a Reply