Izithakazelo zakwa Biyela

Mgazi,
Ntshangase,
Menziwa,
Malandela,
Ndabezitha!
Luzumane kaNdaba!
Bazume Ndaba balibele,
Njezi kaXhoko!
Mvundlane wasoKhabeni!
Mbeng’ osind’ abosi!

1 thought on “Izithakazelo zakwa Biyela”

  1. Ngiyathokoza ngokuba Nani bafowethu,akekho ongangisiza ngimnombo wamaBhaca,la asuka khona,ezalwa ngobani,engena kanjani ebukhosini bakwaZulu?ma ningangisiza nje lapho ngajabula.

    Reply

Leave a Reply