AbaseMbo Buthelezi Chamane Dlamini Dube Gumede Imiphakathi Izibongo Izigodi Langa Magwaza Majola Manqele Mbatha Mbonani Mkhize Mlaba Myeni Ndwandwe Ntombela Ntuli Nzama Nzuza Qwabe Shembe Shezi Sithole Zondi Zulu Zwane

Sesha

Izithakazelo kakwaMhlongo

Mhlongo
Makhedama,
Soyengwase,
Nina bakaBhebhe kaMthendeka,
Nina bakaSoqubele onjengegundane,
Nina baseSiweni,
KwaMpuku yakwaMselemusi,
KwaNogwence webaya,
Dlomo weNdl’ende,
Sihlangu samavaka seswel’ababhemu,
Wen’owalala nomunw’endunu, wavuka wawuncinda wawukhomb’ilanga,
Makhul’emini abafokazana bekhul’ebusuku,
Zingwazi zempi yakwaNdunu,
Njoman’eyaduk’iminyakanyaka,
Yatholakal’onyakeni wesine,
Yabuye yatholakala ngowesikhombisa,
Langeni,
Owavel’elangeni!

5 thoughts on “Izithakazelo kakwaMhlongo”

  1. Why abanye bomlongo uma bathakazela bathi lusiba ungena kunjani lolusiba Ngobe angiboni ngalena

    Reply

Leave a Reply

Joyina mahala, uthole i-ringtone yezithakazelo.