Isexwayiso
Injongo yolwazi olwethulwayo kule sizindalwazi, olubandakanya imibhalo, imifanekiso, izithombe kanye nokunye okuqukethwe ngulwazi kuphela. Lonke ulwazi olutholakala lapha ludalwe ngabantu bomphakathi osebenzisa lesi sizindalwazi, futhi aluqinisekisiwe. Sebenzisa ulwazi wazi ukuthi kungase kube khona ubungozi kulo. Asikho isiqinisekiso sokuthi konke okukhona kule sizindalwazi kuqinisile nokuthi imiphumela yokusetshenziswa kwako iyoba njani.
Okunye okubhalwe kule sizindalwazi kumayelana nezinkolelo nezindlela zokuphila zasemandulo. Okuningi sekuguqukile, sekubhekwa ngamanye amehlo namuhla, futhi kwamukeleka ngendlela ehlukile kunaleyo yasemandulo. Imininingwane emayelana nemisebenzi yezimila, amakhambi, imithi nokunye ayihlosiwe ukuba yiseluleko sezempilo, ukuxilonga isifo noma ukwelapha isifo. Ngaso sonke isikhathi kufanele uthole izeluleko zezempilo kudokotela wakho noma kwizisebenzi zezempilo uma unemibuzo mayelana nezifo nokwelashwa. Akufanele uzibe izeluleko zobungcweti zodokotela noma zabasebenzi bezempilo, futhi akufanele ulinde ukuthola usizo lwezempilo ngenxa yento oyifunde lapha.