Izaga ngokuzimela
Uzibonakalisa ngamabala amahle – Indlela oziveza ngayo kubantu, okungabalwa nokuziphatha ngobuntu yikhona okukwenzela ugazi kubantu, kanti futhi yikhona okungakwenza uzuze okuhle. Ukuzigeza, nokwenza konke okuhle emzimbeni wakho nakubantu, yiwona amabala okuthandeka lawo okukwenza izinto zikuhambele kahle ukwazi nokusizwa. Umpheki udla intuthu – Lesi saga sihambiselana nalesi esithi ‘isikhuthali sidla ukukhuthala’, zombili lezi zaga zisho ukuthi … Read more