Amaphupho ngezicathulo (izihlangu)

Uma uphupha ugqoke izicathulo, uma zizintsha futhi zicwebezela kusho ukuthi uzophumelela, kodwa uma zindala kusho ukuthi uzoba nezinkinga. Enye incazelo yokuphupha ngezihlangu kumbe izicathulo ngeyokuthi kuyibika lokuthi esikhathini esingeside kunohambo oluzovela okumele uluthathe. Uma izicathulo zikumpintsha usuzigqokile lolo hambo lusuke luzoba nenkinga oluzoziletha kuwena, kungaba ukuphuka komoya ngozokuzwa, yingxabano ezoba khona nabanye abantu kulolo hambo … Read more

Amaphupho ngomndeni nezihlobo

Asho ukuthini amaphupho ngomndeni noma izihlobo? Lokhu kuhlanganisa izingane ezincane, abafowenu noma odadewenu, abantwana, abazali, omamezala noma obabezala, omkhulu noma ogogo kanye namakhosikazi/abayeni. Sanga CollectionSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Sanga Collection ikhiqiza umkhiqizo wohlobo oluthile lwesikhumba senkomo olwehlukile. Chofa LAPHA ukubona okuningi.

Amaphupho ngomsebenzi nesikole

Asho ukuthini amaphupho ngomsebenzi nesikole? Lokhu kuhlanganisa umqashi, umsebenzi nokukhushulwa emsebenzini, izincwadi, iziqu, imfundo, ipeni noyinki, izivivinyo namayunivesithi. Sanga CollectionSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Sanga Collection ikhiqiza umkhiqizo wohlobo oluthile lwesikhumba senkomo olwehlukile. Chofa LAPHA ukubona okuningi.

Izizathu eziningi zokuthi uphuphe ngaManzi

Ukuphupha ngamanzi kumele okubi noma ukungaqiniseki okuzwayo. Isimo esingalindelekile. Amanzi angakhombisa futhi imizwa emibi njengokwesaba noma izinhloso ezimbi. Imicabango emibi enganakekile nemizwa emibi. Izimo ezinzima eziletha ukungaqiniseki, okungajwayelekile, izithiyo, noma izinguquko ezingathandeki.

Okuhle ukuthi amanzi angamela ukuqala kabusha noma ukuba musha njengokugeza, ukuphuza amanzi, noma amanzi asebhodleleni.

Ukuphupha ngamanzi acwebile kumela ukuthula engqondweni. Ubhekane nenkinga noma isimo semizwa esinzima. Kungenzeka uzizwe ukhululekile ubona inkinga sonke isikhathi.

Ukuphupha ngamanzi angcolile kumela izimo ezimbi noma kugaqiniseki okufanele kucatshangelwe sonke isikhathi noma okwenza kube nesidingo sokuthi uhlale uqaphile. Ukuphuza amanzi angcolile kungakhombisa indlela yokuqala kabusha esengcupheni noma eyonakele. Ukuba nomuzwa wokuthi uphucwe ithuba lokwenza kangcono.

Ukuphupha ngokuba phansi kwamanzi kumela izimo zasempilweni lapho ophapheme khona lapho ozizwa ungakwazi ukumela imizwa emibi noma izinkinga. Kungezeka ukuthi wehlulwa yisimo futhi uzizwa wehlulwa imizwa yakho.

Ukuphupha ukuthi ukwazi ukuphefumula ngaphansi kwamanzi kusho imizwa ngokukwazi kwakho ukuziphatha kahle ezimweni lapho okungenasiqiniseko kuzo noma lapho okunobubi khona. Ushintsha ukuze ubhekane nezinkinga ezinzima noma ukumelana ngokuzibophezela nesimo esibi kunazo zonke empilweni yakho.

Read more

Ukuhlambulula idlozi ngokwenkolo yamaNazaretha

Ngibe nengxoxo noMnumzane uBongani Dube owazalwa ngowe-1963, umhla we-11 kuLwezi, ezalelwa endaweni yaseNdwedwe esigodini sakwaHlophe eduze nomuzi wakwaShembe, Ehhomisi. UMnumzane uBongani Dube manje usehlala endaweni yaseNanda, eCongo. Ukuhlambulula izidalwa noma idlozi yilapho usuke ugeza khona abantu bakini abangasekho emhlabeni. Ngokwenkolo yamaNazaretha kuthiwa uyazihlambulula. Inhloso yokuthi izidalwa zihlanjululwe wukuba zize kahle kumuntu, kuthi uma ngabe enza … Read more

Amaphupho ngezilwane ezihuquzela ngezisu

Uma uphupha ubona izilwane ezihuquzela ngezisu kusho ukuthi kunabantu abafuna ukukulimaza. Sanga CollectionSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Sanga Collection ikhiqiza umkhiqizo wohlobo oluthile lwesikhumba senkomo olwehlukile. Chofa LAPHA ukubona okuningi.

Amaphupho ngenyoka eluhlaza

Uma uphupha ubona inyoka eluhlaza enkulu kusho ukuthi kunesitha esifuna ukukulimaza. Kungenzeka sibe ngisho ngaphakathi emndenini wakho. Amaphupho ngenyoka ensundu. Amaphupho ngenyoka emnyama enebala elimhlophe. Amaphupho ngenyoka. Sanga CollectionSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Sanga Collection ikhiqiza umkhiqizo wohlobo oluthile lwesikhumba senkomo olwehlukile. Chofa LAPHA ukubona okuningi.

Amaphupho ngenyoka ensundu

Uma uphupha ubona inyoka ensundu nokumhlophe kusho ukuthi amadlozi akuthumelela umbiko wokuthi qaphela noma uphawu lokuthi inhlanhla iyeza maduze. Amaphupho ngenyoka emnyama enebala elimhlophe. Amaphupho ngenyoka eluhlaza. Amaphupho ngenyoka. Sanga CollectionSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Sanga Collection ikhiqiza umkhiqizo wohlobo oluthile lwesikhumba senkomo olwehlukile. Chofa LAPHA ukubona okuningi.

Amaphupho ngenyosi

Uma uphupha ubona izinyosi kusho ukuthi kukhona abaphokophelele ukukuthola. Uma zikutinyela kusho ukuthi uzolahlekelwa yizinto ezisemqoka kuwe. Sanga CollectionSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Sanga Collection ikhiqiza umkhiqizo wohlobo oluthile lwesikhumba senkomo olwehlukile. Chofa LAPHA ukubona okuningi.

Amaphupho ngenhlanzi

Uma uphupha ubona inhlanzi kusho ukuthi uzoba nempumelelo emsebenzini nasempilweni. Ukuphupha udoba inhlanzi wayibamba uyoba nenhlanhla. Uma iphunyuka uyolahlekelwa yizo zonke izinto ezisemqoka kuwe. Sanga CollectionSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Sanga Collection ikhiqiza umkhiqizo wohlobo oluthile lwesikhumba senkomo olwehlukile. Chofa LAPHA ukubona okuningi.

Amaphupho ngembuzi

Uma uphupha ubona imbuzi kusho ukuthi uzoba nenhlanhla uma imbuzi imhlophe kodwa ishwa uma imnyama. Sanga CollectionSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Sanga Collection ikhiqiza umkhiqizo wohlobo oluthile lwesikhumba senkomo olwehlukile. Chofa LAPHA ukubona okuningi.

Amaphupho ngenkomo

Uma uphupha ubona izinkomo noma amankonyane incazelo iya ngokuthi uyazilawula noma cha. Uma uzibona zisemadlelweni noma uzelusa kusho impumelelo nenhlanhla ekusaseni lakho. Uma zikuhubha kusho ukuthi izitha zakho zikukhunkule ngomoya omubi futhi zizokunqoba. Kuhlale kuyishwa ukuphupha inkomo emnyama nokho futhi kusho ukuthi kuzoba nezinkinga emsebenzini wakho noma ebudlelwaneni bakho. Sanga CollectionSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Sanga … Read more

Amaphupho ngenyama yenkomo

Uma uphupha udla isiteki senkomo isitshulu noma inyama egayiwe kusho ukuthi ishwa nokulahlekelwa kuyakunyonyobela. Amaphupho ngenyama engaphekiwe. Sanga CollectionSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Sanga Collection ikhiqiza umkhiqizo wohlobo oluthile lwesikhumba senkomo olwehlukile. Chofa LAPHA ukubona okuningi.

Amaphupho ngamasi

Uma uphupha ukuthi uphuza amasi kuwuphawu olubi uma ebolile futhi kungenzeka uxabane nophathina wakho. Amaphupho ngokudla. Sanga CollectionSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Sanga Collection ikhiqiza umkhiqizo wohlobo oluthile lwesikhumba senkomo olwehlukile. Chofa LAPHA ukubona okuningi.

Amaphupho ngotshwala

Amaphupho ngotshwala besintu ayibika lokuthi idlozi lakho alijabulile. Lokho kusho ukuthi kukhona okuthile okumelwe ukulungise okuqondene nomsamo wakho, ngakho ke kubalulekile ukuba uqaphele indawo okuyo nabantu abasuke bekhona kulelo phupho. Isibonelo nje: uma uphupha uphuza kuleyo ndawo kukhona nengane oyizalayo, lokho kungaba yisixwayiso sokuthi kusamelwe uyenzele umcimbi wokuyibika emsamo ngendlela efanelekile leyongane, kungaphinda futhi kube … Read more

Amaphupho ngokuthenga ukudla

Uma uphupha ukuthi uthenga ukudla kusho ukuthi kukhona into ozoyithola maduzane ikakhulukazi uma kungukudla okuphekiwe noma okuthengwa kudlelwe ekhaya. Amaphupho ngokudla. Sanga CollectionSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Sanga Collection ikhiqiza umkhiqizo wohlobo oluthile lwesikhumba senkomo olwehlukile. Chofa LAPHA ukubona okuningi.

Amaphupho ngengubo yokugqoka yabesifazane

Uma uphupha ukuthi ugqoke ingubo kujwayele ukuba ibhadi ikakhulukazi uma ingcolile noma idabukile. Kepha uma inombala omnyama noma oyigolide uzoba nenjabulo futhi uzothola umvuzo kumsebenzi onzima owenzile. Sanga CollectionSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Sanga Collection ikhiqiza umkhiqizo wohlobo oluthile lwesikhumba senkomo olwehlukile. Chofa LAPHA ukubona okuningi.

Amaphupho ngamaphoyisa

Amaphupha anezincazelo ezahlukene, kukhona lezo eziqondile kuphinde kubekhona nalezo ezifihlekile. Ukuphupha amaphoyisa kusho okungekuhle, okungabalwa phakathi kwakho izitha zakho, noma ke isifo esiza koseduze nawe. Uma uphupha ukuthi ubona amaphoyisa noma amasosha, kusho ukuthi kunento embi esazokwenzeka. Uma ulwa noma uxoshwa ngamaphoyisa lokho kusho ukuthi kunezitha ezikuthakathayo noma ezikugadla ngemithi. Sanga CollectionSicela usaphothe abaxhasi bethu: … Read more

Amaphupho ngokwaliwa

Uma uphupha ukuthi othandana naye ukushiyile kusho ukuthi umuntu onaye uzoba ngothembekile kuwe. Sanga CollectionSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Sanga Collection ikhiqiza umkhiqizo wohlobo oluthile lwesikhumba senkomo olwehlukile. Chofa LAPHA ukubona okuningi.