Sesha

Amaphupho ngezindlela zokufa

Asho ukuthini amaphupho mayelana nezindlela zokufa? Lokhu kuhlanganisa ukunquma ikhanda, ukugqitshwa uphila, ukuminza, ukulengiswa, ukubulala nokudlisa ushevu. iAfrika

Amaphupho ngomsebenzi nesikole

Asho ukuthini amaphupho ngomsebenzi nesikole? Lokhu kuhlanganisa umqashi, umsebenzi nokukhushulwa emsebenzini, izincwadi, iziqu, imfundo, ipeni noyinki, izivivinyo namayunivesithi. iAfrika

Amaphupho ngesimo sezulu nesibhakabhaka

Asho ukuthini amaphupho amayelana nesimo sezulu kanye nesibhakabhaka? Lokhu kuhlanganisa amafu, izikhukhula, isithwathwa, isichotho, inkungu, imvula, uthingo lwenkosazana, isivunguvungu, ukukhanya kwelanga, umoya, inyanga, izinkanyezi kanye nelanga. iAfrika

Izithakazelo zakwaMajola

Majola! Mchunu, Macingwane, Ngqulunga, Nyanda Yemkhonto, Ndabezitha, Phakade, Yeyesa, Ndlela zabedluli nabaGudosi, Sibiya ngomthongwana abafokazana bebiya ngamahlahla, Mabonw’ abulawe! iAfrika

Amaphupho ngenyoka emnyama enebala elimhlophe

Ukuphupha inyoka emnyama enebala elimhlophe ngenzansi yiphupho elimele abadala noma amadlozi, lisho inhlanhla ezokwenzeka emndenini. Kanti ke uma uphupha ushawa inyoka ensundu kusho ulaka lwabadala phecelezi abaphansi. iAfrika

Ukulobola (isigaba emshadweni wesintu)

Isihloko sokulobola sihlobene nomgcagco wesintu. Phambilini sike saloba ngokuthi ilobolo selenziwa ihlaya kanjani namhlanje ngenxa yabantu asebeliphendule inhlekisa ezweni. Kodwa-ke into eyenza lokho noma isizathu salokho yingoba ngisho sezishintshile izinto, njengoba siphila esikhathini samanje lapho abantu sebawayeka khona amasiko, kodwa lelisiko lokulobola alipheli. Okwenzekile ukuthi selishintshile kunangendlela ebelenziwa ngayo phambilini esikhathini sasemandulo. Noma bebaningi-ke abagxeka … Read more

Joyina mahala, uthole i-ringtone yezithakazelo.