Ukuphupha ugqoke umfaniswano

Uma uphuphe ugqoka umfaniswano wesonto, womsebenzi, wesiko noma okunye okwenzayo empilweni; lokho kuyinto enhle. Leli phupho liyibika lokuthi kulokho ogqoka umfaniswano wakho usuke wenza kahle kakhulu kukhona futhi abantu ohlanganyela nabo kulokho basuke bekukhonzile kakhulu bekuthakasela ukuba nawe. Isibonelo: Uma ugqoka umfaniswano womsebenzi, kusho ukuthi abaphathi bayayithanda indlela owenza ngayo umsebenzi. Cambridge University PressSicela usaphothe … Read more

Amaphupho ngenyoka emnyama enebala elimhlophe

Ukuphupha inyoka emnyama enebala elimhlophe ngenzansi yiphupho elimele abadala noma amadlozi, lisho inhlanhla ezokwenzeka emndenini. Kanti ke uma uphupha ushawa inyoka ensundu kusho ulaka lwabadala phecelezi abaphansi. Amaphupho ngenyoka ensundu. Amaphupho ngenyoka eluhlaza. Amaphupho ngenyoka. Cambridge University PressSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Cambridge University Press ingumshicileli wezemfundo wamazwe omhlaba ihlinzeka ngezincwadi, izinsiza kusebenza zedijithali, nezinsiza kothisha … Read more

Izithakazelo zakwaZulu

Zulu, Ndabezitha, Mntwana, Zulu kaMalandela ngokulandela izinkomo zamadoda, Zulu omnyama ondlela zimhlophe, Wena kaPhunga noMageba, Wena kaMjokwane kaNdaba, Wena wenkayishana kaMenzi eyaphuza umlaza ngameva, S’thuli sikaNdaba, S’thuli sikaNkombane, Wena kasihhawuhhawu siyinkondlo bayikhuzile ngoba ikhuzwe abaphansi nabaphezulu, Wena kanogwaja omuhle ngomlenze, Wena kaMbambelashoba, Ndabezitha! Cambridge University PressSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Cambridge University Press ingumshicileli wezemfundo wamazwe … Read more

Izithakazelo Nomlando WakwaZondi

Izithakazelo zakwaZondi Nondaba Gagashe! Luqa! Tetane! Lusibalikhulu! Nhlabisile kaGinindza kaNjapha KaNomaphindela kaNokhuva kaNdokoshe kaSidukuduku! Gasa ngokugasela izizwe! Jangeni kaBhambatha kaMancinza Maguduzela owaguduzel’ izihosha nezihoshana! Mabonw’ abulawe njengenyamazane! Mpunyumpunyu bemphethe Dudul’ amaBhunu Shibase! Umlando wabantu bakwaZondi Abantu bakwaZondi badabuka eSwatini esizweni sikaMambo. Lo Zondi indodana kaLusibalukhulu wakhona kwaDlamini, wazala uNhlabintshiseko okunguyena owagcina esenguZondi. uNhlabintshiseko kuthiwa waxabana … Read more

Kusho ukuthini ukuphupha ngegolide kuwe?

Igolide

Ukuphupha ngegolide kumela imizwa yokubaluleka kwento esempilweni yakho. Imizwa yokuceba noma ukujabulela ukuba nento enokubaluleka ibe kuwe wedwa. Amathuba anokubaluleka atholaka sonke isikhathi. Ukuzizwa ulondekile ezingeni lakho lamandla noma inkululeko yokwenza umathanda. Isenzakalo noma inzuzo eqinisekisiwe. Umuzwa wokulondeka ngento ebalulekilekuwe.

Igolide lingamela nenhlanhla enhle, ingcebo, ukwelapheka, ukukhanyiseka, injabulo nempumelelo.

Noma, igolide ephusheni lingemela imizwa yokuqiniseka ngamandla. Cabanga umusho othi “Okuhle njengegolide”. Ukuzethemba okuphelele ngokuthi wena noma omunye umuntu ungumanqoba.

Okubi ukuthi ukuphupha ngegolide kungamela imizwa yenkohlakalo, ukwenza ngokweqile noma umuntu owonakele ngezinto eziningi. Kungakhombisa nemizwa yakho engeyinhle njengokukhungatheka noma umona ngenjabulo yomunye umuntu. Izitha ezinamandla alondekile.

Ukuphupha ngokuthola igolide kumela imizwa ngokuthola into ebalulekile ngawe noma esempilweni yakho.

Read more

Amaphupho ngenkukhu

Uma uphupha ubona izinkukhu kusho izinto ezinhle ingqobo nje uma zingekanye namatshwele. Ngaphandle kwamatshwele iphupho lisho ukuthi uzoba nenjabulo kanye nempumelelo kodwa uma kunamatshwele kusho ishwa ukwenqatshwa kanye nokulahlekelwa ikakhulukazi kwezothando noma emsebenzini. Cambridge University PressSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Cambridge University Press ingumshicileli wezemfundo wamazwe omhlaba ihlinzeka ngezincwadi, izinsiza kusebenza zedijithali, nezinsiza kothisha nakubafundi emhlabeni … Read more

Amaphupho ngezitshalo

Uma uphupha ubona izitshalo incazelo iya ngokuthi zikhula kanjani. Uma zikhula ngokushesha kusho ukuthi izinto ezinhle zizokwenzeka futhi zizokwenzeka ngokushesha. Uma izitshalo zikhula kancane kusho ukuthi kuzokuthatha isikhathi ukuphumelela. Uma izitshalo zimila emzimbeni wakho kusho ukuthi uzobhekana nezikhathi ezikhathazayo kungekudala. Amaphupho ngemifino. Amaphupho ngokuvuna. Cambridge University PressSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Cambridge University Press ingumshicileli wezemfundo … Read more

Amaphupho ngemifino

Uma uphupha udla imifino kusho ukuthi uzoba nenhlanhla. Amaphupho ngezitshalo. Cambridge University PressSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Cambridge University Press ingumshicileli wezemfundo wamazwe omhlaba ihlinzeka ngezincwadi, izinsiza kusebenza zedijithali, nezinsiza kothisha nakubafundi emhlabeni jikelele. Sishicilelela wena. Chofa LAPHA ukuze uveze umbono wakho ngesiZulu kwezemfundo.

Amaphupho ngommbila

Uma uphupha udla ummbila kusho ukuthi uzoceba futhi ujabule empilweni. Uma kunganele ukuthi wonke umuntu adle nokho kusho ukuthi uzobhekana nobunzima. Cambridge University PressSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Cambridge University Press ingumshicileli wezemfundo wamazwe omhlaba ihlinzeka ngezincwadi, izinsiza kusebenza zedijithali, nezinsiza kothisha nakubafundi emhlabeni jikelele. Sishicilelela wena. Chofa LAPHA ukuze uveze umbono wakho ngesiZulu kwezemfundo.

Amaphupho ngama-aphula

Uma uphupha ukuthi udla ama-aphula kusho ukuthi kunezinto ezinhle ezizayo kuwe ngaphandle uma uwanambitha uthole ukuthi amuncu. Lokho kusho ibhadi ekusaseni lakho. Amaphupho ngamagrebhisi. Amaphupho ngama-plamu. Cambridge University PressSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Cambridge University Press ingumshicileli wezemfundo wamazwe omhlaba ihlinzeka ngezincwadi, izinsiza kusebenza zedijithali, nezinsiza kothisha nakubafundi emhlabeni jikelele. Sishicilelela wena. Chofa LAPHA ukuze uveze umbono … Read more

Amaphupho ngamaqanda

Uma uphupha ukuthi udla amaqanda kusho ukuthi uzoba nempumelelo emsebenzini noma esikoleni. Kodwa uma amaqanda ebolile kusho ukuthi kuzoba nenkathazo empilweni yakho. Leli iphupho incazelo yalo engahlukaneseka kabili,okuya ngesimo sawo amaqanda osuke uwaphuphile, kodwa isisekelo salo sikwimpumelelo. Ukuphupha amaqanda afile – Kusho ukungaphumeleli kulokho okwenzayo noma obuhlose ukuqala ukukwenza, kungaba ngokwemfundo, umsebnzi, ibhizinisi, uthando njalo … Read more

Amaphupho ngekhekhe

Uma uphupha ukuthi udla ikhekhe kusho ukuthi uzoba nenjabulo empilweni yakho. Cambridge University PressSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Cambridge University Press ingumshicileli wezemfundo wamazwe omhlaba ihlinzeka ngezincwadi, izinsiza kusebenza zedijithali, nezinsiza kothisha nakubafundi emhlabeni jikelele. Sishicilelela wena. Chofa LAPHA ukuze uveze umbono wakho ngesiZulu kwezemfundo.

Amaphupho ngamanzi

Uma uphupha ukuthi uphuza amanzi kuyinhlanhla enhle uma nje ingilazi igcwele futhi amanzi ehlanzekile. Uma amanzi enodaka noma ingilazi ingcolile noma ifile uzolahlekelwa yinto ebalulekile maduzane noma umuntu omaziyo uzokucela usizo. Kanti ke ukuphupha amanzi ahlanzekile, phakathi kuwo kukhona izinhlanzi kanye nenyoka – lokho kusho ukuthi izinto zakho ziyakhanya noma zimhlophe. Ukuphupha amanzi angcolile futhi … Read more

Amaphupho ngezingubo ezindala noma ezingcolile

Uma uphupha ukuthi unikwe izingubo ezingcolile noma ubuzwe ukuthi uwashe izingubo kodwa amanzi angcolile kusho ukuthi kukhona ozama ukuthakatha umuzi wakho. Amaphupho ngokuwasha izingubo. Amaphupho ngokungcola nokuhlanzeka. Cambridge University PressSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Cambridge University Press ingumshicileli wezemfundo wamazwe omhlaba ihlinzeka ngezincwadi, izinsiza kusebenza zedijithali, nezinsiza kothisha nakubafundi emhlabeni jikelele. Sishicilelela wena. Chofa LAPHA ukuze uveze … Read more

Amaphupho ngokuwasha izingubo

Uma uphupha ukuthi uwasha izingubo qaphela kusho ukuthi kungenzeka ulahlekelwe yinto ebalulekile kuwe maduzane. Amaphupho ngezingubo ezindala noma ezingcolile. Amaphupho ngokungcola nokuhlanzeka. Cambridge University PressSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Cambridge University Press ingumshicileli wezemfundo wamazwe omhlaba ihlinzeka ngezincwadi, izinsiza kusebenza zedijithali, nezinsiza kothisha nakubafundi emhlabeni jikelele. Sishicilelela wena. Chofa LAPHA ukuze uveze umbono wakho ngesiZulu kwezemfundo.

Amaphupho ngezivivinyo

Uma uphupha ubhala isivivinyo uzobhekana nokuhlupheka maduzane nje. Kunabantu abafuna ukukujikela kodwa uma usebenza kanzima uzophumelela. Amaphupho ngesikole. Cambridge University PressSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Cambridge University Press ingumshicileli wezemfundo wamazwe omhlaba ihlinzeka ngezincwadi, izinsiza kusebenza zedijithali, nezinsiza kothisha nakubafundi emhlabeni jikelele. Sishicilelela wena. Chofa LAPHA ukuze uveze umbono wakho ngesiZulu kwezemfundo.

Amaphupho ngemfundo

Uma uphupha ukuthi usesikoleni noma wenza ikhozi kusho ukuthi uzophumelela empilweni. Amaphupho ngesikole. Amaphupho ngezivivinyo. Cambridge University PressSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Cambridge University Press ingumshicileli wezemfundo wamazwe omhlaba ihlinzeka ngezincwadi, izinsiza kusebenza zedijithali, nezinsiza kothisha nakubafundi emhlabeni jikelele. Sishicilelela wena. Chofa LAPHA ukuze uveze umbono wakho ngesiZulu kwezemfundo.

Amaphupho ngokulwa

Uma uphupha ukuthi ushaya umuntu uzobangelwa amahloni empilweni yakho maduzane futhi ubudlelwane bakho abuzukuphumelela. Uma omunye umuntu ekushaya, wena ulokhu uzivikela nje, kusho ukuthi ukuhletshwa kuzokuphathisa ngamahloni. Amaphupho ngokuxolelana, ukuthelelana amanzi. Amaphupho ngendlu yotshani. Amaphupho ngomlilo. Cambridge University PressSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Cambridge University Press ingumshicileli wezemfundo wamazwe omhlaba ihlinzeka ngezincwadi, izinsiza kusebenza zedijithali, nezinsiza … Read more

Amaphupho ngegazi nokopha

Uma uphupha ukuthi uyopha isikhathi eside futhi awazi ukuthi kungani kusho ukuthi uzohlangabezana nesikhathi esinzima maduzane. Uma ukhwehlela igazi uzozithola ulwa maduzane. Kodwa uma uhlanza igazi lokho kusho ukuthi uzoba nenhlanhla. Cambridge University PressSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Cambridge University Press ingumshicileli wezemfundo wamazwe omhlaba ihlinzeka ngezincwadi, izinsiza kusebenza zedijithali, nezinsiza kothisha nakubafundi emhlabeni jikelele. Sishicilelela … Read more

Izithakazelo zakwaMiya

Gcwanini, Sibewu, Munja, Mabhingcel’ ehlangeni amany’ amadod’ ebhingcel’ ezindlini, Sikhaban’ esakhab’ uVezi ngezinyawo, Sijekula, Msilak’ phepha, Salakulandelw’ esilandelwa ‘zintombi kuphela, Genu, Gogela, Sonkosi, Zizi! Cambridge University PressSicela usaphothe abaxhasi bethu: I-Cambridge University Press ingumshicileli wezemfundo wamazwe omhlaba ihlinzeka ngezincwadi, izinsiza kusebenza zedijithali, nezinsiza kothisha nakubafundi emhlabeni jikelele. Sishicilelela wena. Chofa LAPHA ukuze uveze umbono wakho ngesiZulu … Read more