Amaphupho ngomthakathi

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Ukuphupha umuntu omaziyo ekuthakatha kungasho ukuthi kunokungezwani phakathi kwenu futhi awumethembi.

Ukuphupha umuntu omaziyo ekuthakatha wuphawu olubi, lungasho ukuthi lowo muntu akakufiseli okuhle.

Uma uphupha ubona umthakathi kungasho ukuthi kukhona umuntu oseduzane nawe okugadlayo ngemithi, kwesinye isikhathi kungasho ukuthi uNkulunkulu ukuvezela isitha okumele usiqaphele.

Ukuphupha umuntu omaziyo noma osondelene nawe kungasho ukuthi qaphela ngoba umuntu okuthakathayo esebenzisa igama nesithunzi sakhe. Ukuphupha ubona umthakathi ekuthakatha kungasho ukuthi lindela inhlanhla ezayo.

4 thoughts on “Amaphupho ngomthakathi”

  1. Kusho ukuthini ukuphupha ekhaya kunomcimbi kujatshulwe kukhona nezitha zakho zidla kini nazo zijabule,bese ubona izinja zakini zisencane?

    Reply

Leave a Reply