isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Amaphupho ngokwehlulwa

Uma uphupha ukuthi uhluliwe emncintiswaneni kusho ukuthi kuzoba nezinto ezinhle ezizayo kuwe – ikakhulukazi imali. Akuyona indlela oyilindele kodwa ngakho ke qinisekisa ukuthi uyilungiselele noma yikuphi lapho ezoqhamuka khona.

4 thoughts on “Amaphupho ngokwehlulwa”

  1. Sanibona
    Kuchazani ukuphupha ufeyila iSifundo esisodwa nje sikubuyisele emuva kubesengathi useHighskul

    Reply
  2. Ngabe kuchaza ukuthini uma uphupha ingane kaMngani wakho beyitshontsha ikhala bayifaka emotweni bese imoto ivel ishesha ingab isabonakala?

    Reply

Leave a Reply to iAfrika Cancel reply