isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Amaphupho ngokulunywa

Uma uphupha ukuthi ulunyiwe kusho ukuthi kukhona into ezokwenzeka maduzane ezokwenza ube nesikhwele kakhulu. Uma unenxeba lenyoka ephusheni lakho kuzoba yinto ehlangene nobudlelwane.

 

17 thoughts on “Amaphupho ngokulunywa”

  1. Ngcela ukubuza kuchazani ukuphupha udutdhulwa kdua ungafi noma bekudubula ekhandi kdua still ungafi

    Reply
  2. Ngicela ukubuka, ngiphuphe kunezinyoka ezincane esiswini sami. Uma ngizikhipha bengidonsa konke nesikhumba futhi ngithukile. Soon after that, ngezwa umsindo wenyoka uma ngiqalaza phansi ngabona inyoka emnyama ebibusy idea lesinyoka ebengizikhipha esiswini. Iqede lapho yavimbezela thina nabesikade sinabo kodwa sakwaz ukuphulukundlela sabaleka

    Reply
  3. Ngicela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha umuntu owawuthandana naye ebese umawakhe angicele ukuthi ngipheke ipapa lamazambane no carrots angbize ngoKoti

    Reply
  4. Sanibona ngicela ubuza kuthetha ukuthini uphutshelwa gumuntu ohlala next door kuwe ushata and futhi ngigabukeki nginwabile kulomushato nenwele zam zihlaga hlangene.

    Reply
  5. Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha imamba emnyama izigoqile ingenewo amandla,nami ngiyidlalisa

    Reply
  6. Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha inqwaba yezinyoka zihamba emgwaqeni ngase khaya lakho owakhulela kulo kodwa esenathutha kulo?

    Reply

Leave a Reply to Babalwa Cancel reply