isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Amaphupho ngokukhulelwa

Athini amaphupho okubika isisu noma ukukhulelwa? Ungathola izincazelo ngaphansi.

Amaphupho okubika isisu noma ukukhulelwa

  • Uma uphupha izithelo eziningi ezahlukene. Kuyenzeka uphuphela umuntu wakini noma umngane wakho okhulelwe.
  • Uma uphupha udla izithelo kusuke kunguwena ozokhulelwa noma kanti vele usukhulelwe.
  • Uma uphupha ubhukuda emanzini angcolile noma udaka olunamanzi ubisha kulona kusuke kunguwena okhulelwe.
  • Uma uphupha ukuthi ukhulelwe kusho ukuthi uzoba namawele ngelinye ilanga ikakhulukazi uma uphupha wona futhi.

Kukhona abantu abakwaziyo ukuthi baziphuphele bona uma bekhulelwe kodwa isikhathi esiningi umuntu uyaye  aphushelwe ngomunye. Kukhona iphupho othi uma usukhulelwe nabantu sebazi ukuthi ukhulelwe kodwa uthole ukuthi umuntu omdala ekhaya uzophupha futhi kodwa esebona ubulili bengane kulelophupho. Kunenkolelo yokuthi lelophupho lisuke lichaza ukuthi ingane iyisibusiso usuke uyiphiwe amadlozi akini. Kodwa inkinga ibalapho lengane uma isizelwe ivamise ukugula kakhulu. Ikakhulukazi uma ingahlawulelwanga kubo lapho izalwa khona. Izidalwa zivamise ukuyibanga. Futhi nawe mzali wengane kufanele ingane yakho uyibonge uma isizelwe ngoba inenhlanhla. Noma izobonwa kumele uyenzele okuthile, ugaye utshwala besintu upheke nenyama yangaphakathi beze omakhelwane bayibone.

Kunamaphupho esikwaziyo ukuthi uma uwaphuphile wenze okuthile ukuze ukwazi ukugwema okungase kuvele. Kodwa awokufa nawokukhulelwa awukwazi ukuvimba noma ukugwema uma sekwenzekile. Kodwa kubalulekile ukukhumbula amaphupho osuke uwaphuphe ebusuku ngoba awusizo.

Ukuphupha omunye umuntu ekhulelwe

Ukuphupha umuntu omunye umuntu ekhulelwe, lokho kuyibika lokuthi kukhona into noma izinto okungezakho ngokufanelekile kodwa ezisezandleni zomunye umuntu. Kepha esikhathini esingeside leyonto izobuyela ezandleni zomnikazi wayo. Kungaba yinto eyifa kuwena noma kube yinto eyakulahlekela esikhathini esedlule, kanti futhi kungaba yisikhundla esanikezwa omunye umuntu ngendlela engasibo ubulungiswa okuzovela njengemfihlo bese sibuyela kuwena.

200 thoughts on “Amaphupho ngokukhulelwa”

  1. Ukuphupha umuntu othandazayo kuqala kuze umuntu wesfazane bese kubuya oweslisa athi kuwe wena ukhulelwe…

    Reply
  2. Cela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha umuntu omithi ulwa naye. Ngisebenza naye futhi uvele umithi ngampela

    Reply
  3. Thank you for the aսspicious writeup. It in fact was once a enjoyment aⅽcount it.
    Glance cⲟmplicated to more introduced agreeable from y᧐u!
    However, how could wе be in contаct?

    Reply
  4. Ukuphupha umuntu owake walala naye evele ekhulelwe ..umuphuphe ethi ukhulelwe .?

    Ukuphupha usendlini yangasese uvula yona kodwa ungaliza iphunga uma ubuka phakathi ungawaboni amakaka ubone kuvalwe ngezimpahla bese uyaqhubeka uzikhulule..?

    Ngiyabonga

    Reply
  5. Sawubona. Kusho Ukuthin I ukuphupha umshana wakho oyintombazane ukhulelwe udla amaPickles kodwa elinekhanda laFish.

    Reply
  6. Ngiphuphe umuntu esingazwani noma esingajwayelene naye eziphenya ingubo eveza isisu ekhulelwe

    Reply
  7. Ngicela ukubuza ukuthi kuchaza ukuthini ukuphuphelwa umngani wakho wenzelwa I baby shower kodwa ungakhulelwe

    Reply
  8. Cel ukubiza uma uphupha ungena endlin yomthandaz u ele uginqike emvakwaloko ubone esekuphalazisa ethi qhubeka izophuma …

    Reply
  9. Kusho ukuthini ukuphupha emini ucelisa ingane kasisi wakho, bese kufika umuntu ozwana naye niyodla ama apula abavu nahlazi ngombala esihlahleni?

    Reply
  10. Sanbona ,bengcela ukubuza kusho ukuthini ukuxabana nomama wakho ube uphethe ingane maqede ubone indlu isisha kodw ukwazi ukuwucisha ekugcineni?

    Reply
  11. Ngibingelele. Ngavuka nephupho elingixakayo…ngaphupha kunomuntu othi kimi ingane ikhona ihlezi ecalen lakaLeft…wayisho negama layo…okuxaka kakhulu ukuth leligama alisho elikaBabezala wami osewadlula emhlabeni…..vele nginezinto eziningi ezenzeka emzimben wam nokugula okungaqondakali…iPT ithi negative,nakwiScan ababon ngane bathi nginamaFibriods iwona lawa anyakaza sangane esinyeni sam…ngoba inokudikiza lento size sbone ngamehlo kunyakaza isisu nosbali..angaz ngempele ngenzenjan manje.

    Reply
  12. Ngiphuphe ngikhulelwe kodwa ngingazi ngabona mhla ngiteta sengiteta ingane yomfana efana ncamashi nalomfana ngithandana naye manje ngabe kusho ukuthini lokho

    Reply
  13. ngcela ukbuza umuntu ebengthandana naye uthi uphuphe umama ozala mina ethengela ingane yakhe ye ntombazane u blanket lama bama new born ngoba nalengane yakhe lo sisi uthi eyami but kubo banqaba senze i dna test cz sahlukana naye ngo 2008 nje esebuya manke

    Reply
  14. Kusho kuthini ukuphupha uhamba nomuntu othandana naye niyothenga kudla kwengane emall kwalokho uphuphe nihleli nixoxa akutshele kuthi ingane yena eyentombazane

    Reply
  15. Kusho ukuthini ukuphupha ingane zakhini zikhulelwe, wonke umuntu eduze kwakho ephuphweni ekhulelwe kodwa wena kungenjalo

    Reply
  16. Ngikhulelwe izinyanga ziwu6 manje..kusho ukuthini ukuphupha nginikwa amawele wabafana esibhedlele ?

    Reply
  17. Sanibonani kusho ukuthini umaNgiphuphe ngse Beach ne family yam then cousin yam beyi busy ingithatha ama pictures and ulwadle luyadonsana so belokhu lingidonsa and bekumnyama kse bsuku like hayy ngi stressed nje ngalelo phupho

    Reply
  18. Kuchaza ukuthin ukuphupha ukhulelwe ngane ye ex yakho (baba wengane?) futhi ngiphuphe ngiwasha iUniform yengane yami and ingitshela ukuth iyangithanda

    Reply
  19. Ngyabingelela. Bengcela ukbuza kuchaza ukuthi ukuphupha umthandazi ekuhlambisa izandla endishini ngamanzi amhlophe?

    Reply
  20. Cela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha niphethe ama Fruit nomngani wakho emvakwalokho uthi uyazibuka uphuma igazi

    Reply
  21. Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuhlezi uphupheka ukhulelwe ngabantu abahlukene bekuphupha ukhulelwe

    Reply
  22. Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuhlezi uphupheka ukhulelwe ngabantu abahlukene bekuphupha ukhulelwe

    Reply
  23. Hi

    Kuchazani ukuphupha ukhulelwe kodwa Umuntu wakho aktshele ukuthi kuthiwe ingane izoshona

    Thanks

    Reply
  24. Kusho ukuthini ukuphupha amapentshisi amaningi uwadla maqede uphuphe isalukazi sikunika amazambane amabili siqeda kuwavuna

    Reply
  25. Kusho ukuthini ukuphupha unomuntu Wakho nosisi wakhe bese kuvele amakaka agcwele izimpukane. Bese lezimpukane zindize

    Reply
  26. Ngicela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha kini kuno msebenzi bese kubakhona umama ofika nengubo athi uzombathisa yona bese abanye beyabuza ukt kanti owani lomsebenzi ngoba thina besingazi ukt zobuye kubhathiswe bese ethi yena uyathanda kubhathisa vele bekwenziwe tiye futh ubengamenyiwe lo mama

    Reply
      • Sawubona,

        Ngine pain okhalweni since December 2020 odocotela aba boni lutho. Thangi ngiphuphe ngihleni nabanye amantombazane engiwaziyo sixoxa. kulelo phupho nginale pain enginayo manje. kuya xoxwa kodwa mina angikho kubo inqondo ila kule pain engiyizwayo. ishaye ka khulu le pain, ngobambe isusu ngizwe i bholo eswini. nginyayi fanisa ne khanda le ngane. ngithukwe ngihlale nge direction enye ngikwazi ukuhlala kahle ngi be confortable, manje kube ngathi ngichitekelwa yi sisu.akuna gazi noma amanzi.

        Ingabe kusho ukuthini loko?

        Reply
  27. Sawubona,

    Ngine pain okhalweni since December 2020 odocotela aba boni lutho. Thangi ngiphuphe ngihleni nabanye amantombazane engiwaziyo sixoxa. kulelo phupho nginale pain enginayo manje. kuya xoxwa kodwa mina angikho kubo inqondo ila kule pain engiyizwayo. ishaye ka khulu le pain, ngobambe isusu ngizwe i bholo eswini. nginyayi fanisa ne khanda le ngane. ngithukwe ngihlale nge direction enye ngikwazi ukuhlala kahle ngi be confortable, manje kube ngathi ngichitekelwa yi sisu.akuna gazi noma amanzi.

    Ingabe kusho ukuthini loko?

    Reply
  28. Sanibona

    Ngiphuphe ngikhulelwe kodwa isisu saphuphuma(miscarriage) ngabe lokhu kuchazani?

    Ngyabonga

    Reply
  29. Kuchazani ukuphupha engathi usesontweni then aba profethi abawu 2 bakubizele eceleni makbuzi kuba”uyazi yini ukuthi uzithwele”?

    Reply
  30. Ngcela incazelo, umuntu ongaziyo ungiphuphe ngiMinza/ngikwaliza emanzini, ngabe kusho ukuthini lokho?

    Reply
  31. Sanibonani, ngabe kusho ukuthini ukuphupha udla iAphula elilodwa? Ngabe nakho kusasho khona ukukhulelwa?

    Reply
    • Lokhu kusho ukuthi khona izinto okungezakho kodwa ezingekho kuwe, esekusondele ukuthi zifinyelele ezandleni zakho.

      Reply
  32. Kusho ukuthini ukuphupha angazuthi usuzoteta kodwa isisu soncan sifuthekwng njrngomuntu okhulelwa

    Reply
  33. Sanibonani ngisacela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha ukhulelwe bese kufika abantu abadala (asebashona) baka muntu wakho bekutshela ukuthi ingane yakho uyiqambe ngobani?

    Reply
  34. Kusho ukuthini Uma uphupha umamezala angena endlini efuna wena akubambe nangezimpahla efuna ukuk’shaya

    Reply
  35. Thokoza kuqonde ukthini ukphupha unikwa umah wakho ipram endala yamawele athuli kumele uyoyilungisa,kuphinde uphushwe umuntu ukhulelwe amawele?…nasekhaya ayangelama amawele.

    Reply
  36. Ngiphuphe mina nengane ka baba omdala sikhulelwe esakhe usisi isisu sikhulu okudlula esami senjalo avele ayolala egwaqeni acishe ashayiswe truck kusenjalo yimi naye sesijahwa izigwenya ngimucashise yene eningini ziqhubeke zihumba mina ngange emzini wabantu ngadusha isicabha melungu sangapha mase ngiyashuda mase ubengathi ziyakhulum kuthi kube sidushile

    Reply
  37. Sanibona kushoni ukuphupha njalo useskoleni kwesinye iskhathi ngisuke nguwumfundi but kade ngasqeda iskole kwesinye iskhathi ngisuke ngifundisa ngiwuthisa n vele ngenza yona Teaching?

    Nokuohupha umuntu ekuphonsela umango yena useshlaleni awumboni but ulokhu ekuphinsela umango ovuthiwe uze ubemningi phansi khathi sengihamba ngiwucosha ngicine sengicosha namaFruites orange n apples

    Reply
  38. Ngiphuphe ngika boyfriend nomndeni wami ngathi kunomcimbi but ngingazi owani samukelwe umawakhe uboyfriend ngimucinge ngingaboni.the following day ngaphupha ngoka boyfriend ngathi ngingene endaweni ewumsamu ngephutha kusanjalo ngathi ngiyadonseka phakathi but ngicine ngiphumile.ngidlule lapho ngiphuphe sengilwa nomlungu sengikhohliwe besibangani but ngimushaye waze wabaleka waya endlini yakhe

    Reply
  39. ubhuti womyeni wam omncane ungiphuphe ngikhulelwe, kwathi ngosuku engibeletha ngalo kwashona uBhuti wabo omdala. ngabe loku kuchazani?

    Reply
  40. Ngiphupha umuntwana ka aunty ukhulelwe, uthi ucela ngimuthungele izimpahla zengane yakhe engakazalwa. Ngivumile ngathi ngizoyithenga cash. Ngeke ngikhone ngisikweledi.

    Reply
  41. Ngabe kusho ukuthini ukuphupha ukhulelwe kodwa ukukhulelwa kwakho kwehluke ngokuthi isisu sivele sikhukhumale ngokushesha ebese uteta ingane engaphilile ngokomqondo.

    Reply
  42. Ngiphuphe ngitshelwa omunye umama ukuthi ngizobanengane yesbili ngikhulelwe kusho ukuthini lokho?

    Reply
  43. Sanibona, ngiyayizwa impendulo yokuphupha ukhulelwe okungididayo ukuthi ngithatha umjovo wokuhlela umndeni, kodwa ngiphuphe ngikhulelwe

    Reply
  44. Kushoni ukuphipha usemzin la oqome khona kdw uduka ungayboni indlu yomuntu wakho lokhu liphinda leliphupho

    Reply
  45. Ndiphuphe ndilele ngathi ndikhulelwe, xa ndiphakama kuphume igazi ngathi kuphuma isisu. Ndingena kwenye indlu ndifike kukho igazi phantsi nentombazana yeboyfriend yam ilele esiponjini ngasegumbini, nayo iphunyelwe isisu.

    Reply
  46. Ngicela ukubuza kucaza ukuthini ukuphupha ngisenkonzweni nengane yami ngathi nginamabele amakhulu kukhona ne boss yami

    Reply
  47. Lithetha ukuthini eliphupha, ndiphuphe ndisitya apile eluhlaza qha liqinile ndide ndiphunyelwe lizinyo ndothuka

    Reply
  48. Ukuphupha ubizwa ngugogo nje bese ekutshela ukuthi ukhulelwe emuva kokusuka kuye bese uyopha kuchazani

    Reply
  49. Sanibona… Kusho ukuthini ukuohupha uteta ingane yomfana? Isitory sami sikanje bengazi kuth ngikhulelwe ngokuthola ngalokhu okuchekhwa ngakho umchamo sukela ngo october 2019 kuth ngokuhamba kwesikhathi ngaya kwi altasound yona ithi ayiboni lutho okusho ukuth aithi angikhulelwe koda lokhu kokuchekha umchamo namanj lusathi ngikhulelwe phezu kwalokho kunengikuzwayo esiswini sami sisu sami ngesinye iskhathi siyavela sibe sikhulu ngesinye iskhathi ngingasboni nhlobo..

    Reply
    • Ngisacela ukukunika nansi enye incazelo lapho uphupha ngokuzala, funda lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuzala/ KODWA ngicela ukwaluleka ukuthi sengathi loludaba lwakho incazelo ayizutholakala-nje emaphusheni, lokhu okwenzeka kuwe kuvamisile futhi kuyenzeka ebantwini abaningi, kungakusiza ukuya e-clinic noma esibhedlela esiseduze nawe noma kudokotela ojwayele ukuya kuye ulubeke loludaba. Abaningi bayasizakala.

      Reply
  50. Ngiphuphe sisegumbini thizen nalo enginobudlelwane naye,kukhona umuntu odwebela ngendingiliza amachashaza kwathi kwelesine wathi ayiphumelelanga kodwa lezi ezintathu ziyaphila,wathi ngikhulelwe.kuchazani lokhu

    Reply
  51. Ngiphuphe ngisegumbini thizen nalo enginobudlelwane naye kukhona umuntu odwebela ngendingiliza amachashaza amathathu kwathi kweyesine wathi ayiphilanga Kodwa Lezi eziwu3 ziyaphila,ngikhulelwe.lavele lanqamuka iphupho ngisajabule,ingabe kuchaz ukthini lokho

    Reply
  52. Umngani wami uthi ungiphuphele ngichithekelwa isisu vele ngikhulelwe ngisovalweni manje kungabe kuchaza ukuthini??

    Reply
  53. Kutshoni ukuphupha owesilisa ethi kimi isibongo engisisebenzisayo akusona esami esamj ngesakoNdlovu ma ngithi ngibuza umama ephutshweni khonapho umama athi esakho yisoneso osisebenzisayo besesiyaqala ukulwa ephutshweni lomama ngize ngikhale ngiphaphame ngilokhe ngikhala liyangihlupha lelo phupho selileminyaka

    Reply
    • Loludaba sengathi lungaphezu kokuzifunela izimpendulo ngalendlela owenza ngayo, ikakhulukazi ngoba futhi uthi sekuyiminyaka uphupha into eyodwa. Ukukhathazeka kwakho kubonisa sengathi nawe unazo izinsolo ngaloludaba, yini ungaveli ubhekane nalo ngqo mhlawumbe ukhulume nabadala bakini abasaphila?

      Reply
      • Thokoza. Ngicela nami ukubuza ngayo indaba yesbongo. Nami ngiphuphe ngizwa ivoice yomuntu weslisa athi kim angiyena wakwa Ngubane, ngingiSthole. Ngase ngibona umngani wam wkwaSIthole afuna into eshkwameni afuna ukubonisa yona, kodwa ingatholakali. Kodwa ngiyazi ukuthi ubaba wuyelo engimaziyo. Ngicela usizo ngencazelo.

        Reply
  54. Kuchaza ini ukuphupha umuntu wesfazane etetela e Office ingane kodwa ezitetele nje aze ayphathe ingane?

    Reply
  55. Kushoni ukuphupha njalo useskolei ufunda kodwa uthole ukuthi awusakwazi nokubhala kuze ukhale insimbi yeskole awubhalile

    Reply
  56. Ngiphuphe ngikhulelwe

    Ngaphupha sihlaselwa sinoMama sihlaselwa umuntu ongamthandi umama emsebenzini

    Reply
  57. Ngiphuphe abantu abathathu bekhulelwe engingabazi kodwa bekungathi siyazana nabo mina ngingumuntu wesilisa kuchazani lokhu.

    Reply

Leave a Reply to Londiwe Matshakubana Cancel reply