Athini amaphupho okubika isisu noma ukukhulelwa? Ungathola izincazelo ngaphansi.
Amaphupho okubika isisu noma ukukhulelwa
- Uma uphupha izithelo eziningi ezahlukene. Kuyenzeka uphuphela umuntu wakini noma umngane wakho okhulelwe.
- Uma uphupha udla izithelo kusuke kunguwena ozokhulelwa noma kanti vele usukhulelwe.
- Uma uphupha ubhukuda emanzini angcolile noma udaka olunamanzi ubisha kulona kusuke kunguwena okhulelwe.
- Uma uphupha ukuthi ukhulelwe kusho ukuthi uzoba namawele ngelinye ilanga ikakhulukazi uma uphupha wona futhi.
Kukhona abantu abakwaziyo ukuthi baziphuphele bona uma bekhulelwe kodwa isikhathi esiningi umuntu uyaye aphushelwe ngomunye. Kukhona iphupho othi uma usukhulelwe nabantu sebazi ukuthi ukhulelwe kodwa uthole ukuthi umuntu omdala ekhaya uzophupha futhi kodwa esebona ubulili bengane kulelophupho. Kunenkolelo yokuthi lelophupho lisuke lichaza ukuthi ingane iyisibusiso usuke uyiphiwe amadlozi akini. Kodwa inkinga ibalapho lengane uma isizelwe ivamise ukugula kakhulu. Ikakhulukazi uma ingahlawulelwanga kubo lapho izalwa khona. Izidalwa zivamise ukuyibanga. Futhi nawe mzali wengane kufanele ingane yakho uyibonge uma isizelwe ngoba inenhlanhla. Noma izobonwa kumele uyenzele okuthile, ugaye utshwala besintu upheke nenyama yangaphakathi beze omakhelwane bayibone.
Kunamaphupho esikwaziyo ukuthi uma uwaphuphile wenze okuthile ukuze ukwazi ukugwema okungase kuvele. Kodwa awokufa nawokukhulelwa awukwazi ukuvimba noma ukugwema uma sekwenzekile. Kodwa kubalulekile ukukhumbula amaphupho osuke uwaphuphe ebusuku ngoba awusizo.
Ukuphupha omunye umuntu ekhulelwe
Ukuphupha umuntu omunye umuntu ekhulelwe, lokho kuyibika lokuthi kukhona into noma izinto okungezakho ngokufanelekile kodwa ezisezandleni zomunye umuntu. Kepha esikhathini esingeside leyonto izobuyela ezandleni zomnikazi wayo. Kungaba yinto eyifa kuwena noma kube yinto eyakulahlekela esikhathini esedlule, kanti futhi kungaba yisikhundla esanikezwa omunye umuntu ngendlela engasibo ubulungiswa okuzovela njengemfihlo bese sibuyela kuwena.
Cela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha umuntu omithi ulwa naye. Ngisebenza naye futhi uvele umithi ngampela
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokulwa
Kusho ukuthin ukuphupha uchithekelwa isisu?
Thank you for the aսspicious writeup. It in fact was once a enjoyment aⅽcount it.
Glance cⲟmplicated to more introduced agreeable from y᧐u!
However, how could wе be in contаct?
Kusho ukuthini ukuphupha ukhulelise umuntu wakini
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomndeni nezihlobo
Ukuphupha umuntu owake walala naye evele ekhulelwe ..umuphuphe ethi ukhulelwe .?
Ukuphupha usendlini yangasese uvula yona kodwa ungaliza iphunga uma ubuka phakathi ungawaboni amakaka ubone kuvalwe ngezimpahla bese uyaqhubeka uzikhulule..?
Ngiyabonga
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha indle noma indlu yangasese
Hi, ngicela ukubuza ukuthi yini ukwipili kanye no bhilikosi, achaza luphi uhlobo lwezithelo ngiyadideka.
ngiyabingelela… kusuke kusho ukuthini uma uphupha umngani wakho ekhipha isisu?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokuphuphuma kwesisu
Cela ukubuza kuchazani kuthi atgi ubaba ngikhulelwe ungicheckile ngizoba nomtwana
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngobaba
Sawubona. Kusho Ukuthin I ukuphupha umshana wakho oyintombazane ukhulelwe udla amaPickles kodwa elinekhanda laFish.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenhlanzi
Kusho ukuthini uma uceda kuba socansini ubese uphupha umuntu ethi “Cha awukhulelwe”
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngocansi
Kuchazani ukuphupha ukhulelwe ingane esishonile kodwa ishonele ngaphakathi esiswini.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokufa
Ngiphuphe umuntu esingazwani noma esingajwayelene naye eziphenya ingubo eveza isisu ekhulelwe
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokubanqunu
Celia ukubuza ukuthi jma uphupha i ntombi yesoka lakudala izithwele kuqonde ukuthinj
Cell ubuza , xa uphupha utshela endlini ungakwazuohuma ,kusho ukuthini
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomlilo
Ngicela ukubuza ukuthi kuchaza ukuthini ukuphuphelwa umngani wakho wenzelwa I baby shower kodwa ungakhulelwe
Hey cc..ingabe wagcina uyitholile impendulo ngephupho lakho?
Cel ukubiza uma uphupha ungena endlin yomthandaz u ele uginqike emvakwaloko ubone esekuphalazisa ethi qhubeka izophuma …
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngokuhlanza
Kusho ukuthi uma umama wakho okuzalayo ekujaha ngesibhamu
Bheka lapha incazelo, https://iafrika.org/amaphupho-ngesibhamu/
Kusho ukuthini ukuphupha emini ucelisa ingane kasisi wakho, bese kufika umuntu ozwana naye niyodla ama apula abavu nahlazi ngombala esihlahleni?
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha uncelisa
Ngicelaukubuza kuchazani ukuphuphwa ubhuti wakho umithi
Sanbona ,bengcela ukubuza kusho ukuthini ukuxabana nomama wakho ube uphethe ingane maqede ubone indlu isisha kodw ukwazi ukuwucisha ekugcineni?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomlilo
Amaphupho ngokulwa
Kusho ukuthini ukuphupha uphathina wam ekhulelwe?
Kusho ukuthini ukuphupha usfonela umuntu mese eketshela ukuth kubanjaloke uma ukhulelwe?
kusho ukuthini ukuphupha ingane ikhahlela kodwa awumithi ngokwazi kwakho?
Ngibingelele. Ngavuka nephupho elingixakayo…ngaphupha kunomuntu othi kimi ingane ikhona ihlezi ecalen lakaLeft…wayisho negama layo…okuxaka kakhulu ukuth leligama alisho elikaBabezala wami osewadlula emhlabeni…..vele nginezinto eziningi ezenzeka emzimben wam nokugula okungaqondakali…iPT ithi negative,nakwiScan ababon ngane bathi nginamaFibriods iwona lawa anyakaza sangane esinyeni sam…ngoba inokudikiza lento size sbone ngamehlo kunyakaza isisu nosbali..angaz ngempele ngenzenjan manje.
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngezingane ezincane
Ekhaya omama bawu4 uMama wami omdala usewashona benalona omlamayo wesbili kubaba ngimphupha sisemfuleni neyngane zakhe kthiwe angingene esizibeni ngyokwamukela ingane encane yengane yakhe yona ibimi ngaphandle , ngingene anginike ingane encane ngithi Mina kuye ongitshenela uMama anginike eyami nami bese ngyphuma esizibeni
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngabantwana
Hi NOMFUNDO ngicela ukubuza kwagcina kwenzeke njani ngalesi simo sakho
PLEASE SEND CALL BACK KULE NO 0748689090 NGIDINGA UKUXHUMANA NAWE SIS WAMI
Ngiphuphe ngikhulelwe kodwa ngingazi ngabona mhla ngiteta sengiteta ingane yomfana efana ncamashi nalomfana ngithandana naye manje ngabe kusho ukuthini lokho
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngokuzala
ngiphuphe uMakhulu wami osewashona, emithi/ekhulelwe
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha abantu abangasekho emhlabeni
ngcela ukbuza umuntu ebengthandana naye uthi uphuphe umama ozala mina ethengela ingane yakhe ye ntombazane u blanket lama bama new born ngoba nalengane yakhe lo sisi uthi eyami but kubo banqaba senze i dna test cz sahlukana naye ngo 2008 nje esebuya manke
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngokuthenga
Kusho ukuthini Uma uphupha usisi wakho ekupha izithelo
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngezithelo
Kusho kuthini ukuphupha uhamba nomuntu othandana naye niyothenga kudla kwengane emall kwalokho uphuphe nihleli nixoxa akutshele kuthi ingane yena eyentombazane
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngokuthenga ukudla
Kuchazani ukuphupha umuntu eyisangoma, nawe ukhona lapho kuleliphupho
Kusho ukuthini ukuphupha ingane zakhini zikhulelwe, wonke umuntu eduze kwakho ephuphweni ekhulelwe kodwa wena kungenjalo
Cofalapha ukuthola incazelo Amaphupho ngezingane ezincane
Ngikhulelwe izinyanga ziwu6 manje..kusho ukuthini ukuphupha nginikwa amawele wabafana esibhedlele ?
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngamawele
Ngicela ukubuza ukuthi, kusho ukuthini ukuphupha uhlawulwa?
Ngcela ukubuza kushoni ukuthi I ukuphupha kunguwe uhlela uhamba lokuya olwandle?
Cofa lapha ukuthola ulwazi ngephupho lakho https://iafrika.org/amaphupho-ngolwandle/
Sanibonani kusho ukuthini umaNgiphuphe ngse Beach ne family yam then cousin yam beyi busy ingithatha ama pictures and ulwadle luyadonsana so belokhu lingidonsa and bekumnyama kse bsuku like hayy ngi stressed nje ngalelo phupho
Cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/amaphupho-ngolwandle/
Ngisabawa ukubuza kushukuthini ukuphupha iNkosi i shade isithembu?
Cofa lapha ukuthola incazelo https://iafrika.org/amaphupho-ngobukhosi/
Sanbona cela ukbuza umngani wami uphuphe ngikhulelwe kodwa kuyimfihlo ngibophe isisu nge ndwangu e yellow ngith angifun abantu babone
Kusho ukuthini ukuphupha umuntu othanda naye ekutshela ukuthi usuzobeletha?
Cofa lapha ukuthola incazelo https://iafrika.org/amaphupho-ngokuzala/
Kuchazani ukuphupha inyanga Noma isangoma sithi ukhulelwe nibabili Kodwa ungatsheli muntu
Kuchaza ukuthin ukuphupha ukhulelwe ngane ye ex yakho (baba wengane?) futhi ngiphuphe ngiwasha iUniform yengane yami and ingitshela ukuth iyangithanda
Cofa lapha ukuthola incazelo https://iafrika.org/amaphupho-ngokuwasha-izingubo/
Kusho ukuthini ukuphupha umuntu okhulelwe othandana nomuntu one ngane naye
Cofa lapha ukuthola ulwazi https://iafrika.org/amaphupho-ngokwaliwa/
Ngyabingelela. Bengcela ukbuza kuchaza ukuthi ukuphupha umthandazi ekuhlambisa izandla endishini ngamanzi amhlophe?
Cofa lapha ukuthola ulwazi https://iafrika.org/izizathu-eziningi-zokuthi-uphuphe-ngamanzi/
Ukuphupha upheka umbila omunye uwosa kusho ukuthini
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngommbila/
Cela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha niphethe ama Fruit nomngani wakho emvakwalokho uthi uyazibuka uphuma igazi
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngezithelo/
Amafruit abika isisu khona osondelrle naye okhululwe , igazi kungenza leso sisu siphume
Cela kubuza kuchazani kuphupha usiza muntu ogulayo?
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngokugula/
Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuhlezi uphupheka ukhulelwe ngabantu abahlukene bekuphupha ukhulelwe
Ukuphupha umuntu omunye umuntu ekhulelwe, lokho kuyibika lokuthi kukhona into noma izinto okungezakho ngokufanelekile kodwa ezisezandleni zomunye umuntu.
Kuchazani ukuba uweni ozalisa lomuntu okhulelwe?
Kusho ukuthini ukuphupha upheka umbila omunye owosa
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngommbila/?
Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuhlezi uphupheka ukhulelwe ngabantu abahlukene bekuphupha ukhulelwe
Kusho ukuthi ukuphupha omango akuhlaza kanye kodwa ngaphakathi uvuthiwe?
Leli phupho lisho ukukhulelwa.
Hi
Kuchazani ukuphupha ukhulelwe kodwa Umuntu wakho aktshele ukuthi kuthiwe ingane izoshona
Thanks
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-okufa/
Ngiphuphe umntanam omncane ushone January ngiphuphe eshonile if sith siya emathuneni wavula amehlo wahleka ngabe kuchaza in
Cofa lapha ukuthola ulwazi Ukuphupha abantu abangasekho emhlabeni
Kusho ukuthini ukuphupha amapentshisi amaningi uwadla maqede uphuphe isalukazi sikunika amazambane amabili siqeda kuwavuna
Cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/amaphupho-ngezithelo/
Kusho ukuthini ukuphupha unomuntu Wakho nosisi wakhe bese kuvele amakaka agcwele izimpukane. Bese lezimpukane zindize
Cofa lapha ukuthola incazelo https://iafrika.org/amaphupho-asho-isichitho-noma-isinyama/
Ngicela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha kini kuno msebenzi bese kubakhona umama ofika nengubo athi uzombathisa yona bese abanye beyabuza ukt kanti owani lomsebenzi ngoba thina besingazi ukt zobuye kubhathiswe bese ethi yena uyathanda kubhathisa vele bekwenziwe tiye futh ubengamenyiwe lo mama
Nalu ulwazi esinalo https://iafrika.org/amaphupho-ngomcimbi-ongcwele/
Sawubona,
Ngine pain okhalweni since December 2020 odocotela aba boni lutho. Thangi ngiphuphe ngihleni nabanye amantombazane engiwaziyo sixoxa. kulelo phupho nginale pain enginayo manje. kuya xoxwa kodwa mina angikho kubo inqondo ila kule pain engiyizwayo. ishaye ka khulu le pain, ngobambe isusu ngizwe i bholo eswini. nginyayi fanisa ne khanda le ngane. ngithukwe ngihlale nge direction enye ngikwazi ukuhlala kahle ngi be confortable, manje kube ngathi ngichitekelwa yi sisu.akuna gazi noma amanzi.
Ingabe kusho ukuthini loko?
Sawubona,
Ngine pain okhalweni since December 2020 odocotela aba boni lutho. Thangi ngiphuphe ngihleni nabanye amantombazane engiwaziyo sixoxa. kulelo phupho nginale pain enginayo manje. kuya xoxwa kodwa mina angikho kubo inqondo ila kule pain engiyizwayo. ishaye ka khulu le pain, ngobambe isusu ngizwe i bholo eswini. nginyayi fanisa ne khanda le ngane. ngithukwe ngihlale nge direction enye ngikwazi ukuhlala kahle ngi be confortable, manje kube ngathi ngichitekelwa yi sisu.akuna gazi noma amanzi.
Ingabe kusho ukuthini loko?
Sanibona
Ngiphuphe ngikhulelwe kodwa isisu saphuphuma(miscarriage) ngabe lokhu kuchazani?
Ngyabonga
Kuchazani ukuphupha engathi usesontweni then aba profethi abawu 2 bakubizele eceleni makbuzi kuba”uyazi yini ukuthi uzithwele”?
Sanibina ngicela ukubuza ukuth kusho ukuthini ukuphupha kuthiwa ukhulelwe unama sont
aw9
Lokhu kusho ukuthi khona inhlanhla okungeyakho kodwa ikomunye umuntu.
Ngcela incazelo, umuntu ongaziyo ungiphuphe ngiMinza/ngikwaliza emanzini, ngabe kusho ukuthini lokho?
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngamanzi/
Sanibonani, ngabe kusho ukuthini ukuphupha udla iAphula elilodwa? Ngabe nakho kusasho khona ukukhulelwa?
Yebo, leli phupho lisho ukukhulelwa. Ukuthola ulwazi olwengeziwe, cofa lapha https://iafrika.org/amaphupho-ngokukhulelwa/
San’bonani
Kusho ukthin ukuziphupha ukhulelwe kodwa nakhona ephuphwen kuvele ukuthi usayintombi kodwa ukhulelwe
Lokhu kusho ukuthi khona izinto okungezakho kodwa ezingekho kuwe, esekusondele ukuthi zifinyelele ezandleni zakho.
Kusho ukuthini ukuphupha angazuthi usuzoteta kodwa isisu soncan sifuthekwng njrngomuntu okhulelwa
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngokuzala/
Kusho ukuthini uma uphupha umuntu ethwele imithwalo
kushoni ukuphupha
uhlaselwa ngabantu kini , baphuma izivalo
Nanti esinayo ngalokho: https://iafrika.org/amaphupho-ngokulwa-2/
Kuchaza ukuthini uma uphupha umuntu wesilisa ekukhahlela esiswini ethi “kungamane ungakhulelwa uma lengane kungeyona eyam” ngalowo mzuzu akabonakali ebusweni and futhi ngikhulelwe futhi
Sanibonani ngisacela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha ukhulelwe bese kufika abantu abadala (asebashona) baka muntu wakho bekutshela ukuthi ingane yakho uyiqambe ngobani?
Ngiphuphe ngihushula Isisu😭. Kushoni Lokhu?
Kusho ukuthini Uma uphupha umamezala angena endlini efuna wena akubambe nangezimpahla efuna ukuk’shaya
Kushoni kuphupha bazobika umuntu okhulelwe kuwe
Thokoza kuqonde ukthini ukphupha unikwa umah wakho ipram endala yamawele athuli kumele uyoyilungisa,kuphinde uphushwe umuntu ukhulelwe amawele?…nasekhaya ayangelama amawele.
Ngiphuphe mina nengane ka baba omdala sikhulelwe esakhe usisi isisu sikhulu okudlula esami senjalo avele ayolala egwaqeni acishe ashayiswe truck kusenjalo yimi naye sesijahwa izigwenya ngimucashise yene eningini ziqhubeke zihumba mina ngange emzini wabantu ngadusha isicabha melungu sangapha mase ngiyashuda mase ubengathi ziyakhulum kuthi kube sidushile
Sanibona kushoni ukuphupha njalo useskoleni kwesinye iskhathi ngisuke nguwumfundi but kade ngasqeda iskole kwesinye iskhathi ngisuke ngifundisa ngiwuthisa n vele ngenza yona Teaching?
Nokuohupha umuntu ekuphonsela umango yena useshlaleni awumboni but ulokhu ekuphinsela umango ovuthiwe uze ubemningi phansi khathi sengihamba ngiwucosha ngicine sengicosha namaFruites orange n apples
Unabadala gogo bakhethe wena ukuthi uphathe umsebenzi wabo.
Ngiphuphe ngika boyfriend nomndeni wami ngathi kunomcimbi but ngingazi owani samukelwe umawakhe uboyfriend ngimucinge ngingaboni.the following day ngaphupha ngoka boyfriend ngathi ngingene endaweni ewumsamu ngephutha kusanjalo ngathi ngiyadonseka phakathi but ngicine ngiphumile.ngidlule lapho ngiphuphe sengilwa nomlungu sengikhohliwe besibangani but ngimushaye waze wabaleka waya endlini yakhe
ubhuti womyeni wam omncane ungiphuphe ngikhulelwe, kwathi ngosuku engibeletha ngalo kwashona uBhuti wabo omdala. ngabe loku kuchazani?
Kusho ukuthini ukuphupha uchithekelwa isisu ekubeni ukhulelwe
Ngiphuphe nginenduna ubuso bonke futhi igceke lasekhaya lishanyeliwe lilihle
Kuchaza ukuthini ukuphupha uphuphunyelwa isisu uma ungamithi ?
Ngiphupha umuntwana ka aunty ukhulelwe, uthi ucela ngimuthungele izimpahla zengane yakhe engakazalwa. Ngivumile ngathi ngizoyithenga cash. Ngeke ngikhone ngisikweledi.
Ngabe kusho ukuthini ukuphupha ukhulelwe kodwa ukukhulelwa kwakho kwehluke ngokuthi isisu sivele sikhukhumale ngokushesha ebese uteta ingane engaphilile ngokomqondo.
Ngiphuphe ngitshelwa omunye umama ukuthi ngizobanengane yesbili ngikhulelwe kusho ukuthini lokho?
Ake ubheke lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuzala/
Sanibona, ngiyayizwa impendulo yokuphupha ukhulelwe okungididayo ukuthi ngithatha umjovo wokuhlela umndeni, kodwa ngiphuphe ngikhulelwe
Ake ubheke lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuzala/
Fikile
Kusho ukuthini Uma yoga imvu iboshelwe eshlahleni ngathi kuzokwenzelwa ingane umsebenzi Uma befika balethe Leyo ngane Kuno mah wakho osewashona leyomvu ibisiyabaleka nihambe ukuyifuna khona lapho itholwe o bhuti bakho asebashona bayi Thole emaweni.
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngesihlahla/
Kushoni ukuphipha usemzin la oqome khona kdw uduka ungayboni indlu yomuntu wakho lokhu liphinda leliphupho
Ake ubheke lapha: https://iafrika.org/amaphupho-okuphonswa/ Kulenkundla sesinengosi entsha sha! Lengosi izeka konke okumayelana nokwelapha ngokwesintu. Siqale ngesonto eledlule sakuthi phohlo ngesihloko sokuqala sokwendlalela, bheka lapha: https://iafrika.org/abelaphi-ngokuhlukana-kwabo/ Ezinsukwini ezingengaki sizokunika ulwazi olunzulu mayelana nokwelapha ukuphathwa yisisu, step by step.
Kusho ukuthini uma uphupha ugcina ingane ekungezona ezakho leso sikhathi ube ukhulelwe?
Lapho uphupha ngezingane ezincane: https://iafrika.org/amaphupho-ngezingane-ezincane/
Ngiphuphe ngibona inkanyamba
Uma kuyinhlwathi ophupha ngayo, nansi incazelo esinayo: https://iafrika.org/amaphupho-ngenhlwathi/
Ndiphuphe ndilele ngathi ndikhulelwe, xa ndiphakama kuphume igazi ngathi kuphuma isisu. Ndingena kwenye indlu ndifike kukho igazi phantsi nentombazana yeboyfriend yam ilele esiponjini ngasegumbini, nayo iphunyelwe isisu.
Amaphupho ngokuphuphuma kwesisu, nansi incazelo esinayo: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuphuphuma-kwesisu/
Ngicela ukubuza kucaza ukuthini ukuphupha ngisenkonzweni nengane yami ngathi nginamabele amakhulu kukhona ne boss yami
Lapho uphupha usesontweni, nansi incazelo esinayo: https://iafrika.org/amaphupho-ngesonto/
Ngphuphe uxamu uhamba ngaphansi kwami, aliqali ngabe Kusho ukuthini?
Ulwazi esinalo yilolu ngezilwane ezihuquzela ngezisu: https://iafrika.org/amaphupho-ngezilwane-ezihuquzela-ngezisu/
Lithetha ukuthini eliphupha, ndiphuphe ndisitya apile eluhlaza qha liqinile ndide ndiphunyelwe lizinyo ndothuka
Lapho uphupha ngama-aphula, nansi incazelo esinayo: https://iafrika.org/amaphupho-ngama-aphula/ Nansi incazelo lapho uphupha uphuma izinyo: https://iafrika.org/amaphupho-ngemilomo/
Ngiphuphe ngizale umntwana womfana. Ngabe kusho ukuthi ngizothola intombazana
Nansi incazelo ngokuphupha ngengane encane: https://iafrika.org/amaphupho-ngezingane-ezincane/
Ukuphupha ubizwa ngugogo nje bese ekutshela ukuthi ukhulelwe emuva kokusuka kuye bese uyopha kuchazani
Bheka lapha ngamaphupho ngegazi nokopha: https://iafrika.org/amaphupho-ngegazi-nokopha/
Ukuphupha usehlathini ubaleka Kodwa bangakutholi
Lapho uphupha ihlathi incazelo kungaba yilena: https://iafrika.org/amaphupho-ngehlathi/
Sanibona… Kusho ukuthini ukuohupha uteta ingane yomfana? Isitory sami sikanje bengazi kuth ngikhulelwe ngokuthola ngalokhu okuchekhwa ngakho umchamo sukela ngo october 2019 kuth ngokuhamba kwesikhathi ngaya kwi altasound yona ithi ayiboni lutho okusho ukuth aithi angikhulelwe koda lokhu kokuchekha umchamo namanj lusathi ngikhulelwe phezu kwalokho kunengikuzwayo esiswini sami sisu sami ngesinye iskhathi siyavela sibe sikhulu ngesinye iskhathi ngingasboni nhlobo..
Ngisacela ukukunika nansi enye incazelo lapho uphupha ngokuzala, funda lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuzala/ KODWA ngicela ukwaluleka ukuthi sengathi loludaba lwakho incazelo ayizutholakala-nje emaphusheni, lokhu okwenzeka kuwe kuvamisile futhi kuyenzeka ebantwini abaningi, kungakusiza ukuya e-clinic noma esibhedlela esiseduze nawe noma kudokotela ojwayele ukuya kuye ulubeke loludaba. Abaningi bayasizakala.
Ngiphuphe sisegumbini thizen nalo enginobudlelwane naye,kukhona umuntu odwebela ngendingiliza amachashaza kwathi kwelesine wathi ayiphumelelanga kodwa lezi ezintathu ziyaphila,wathi ngikhulelwe.kuchazani lokhu
Bheka ezinye izincazelo esinazo lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngabantwana/
Ngiphuphe ngisegumbini thizen nalo enginobudlelwane naye kukhona umuntu odwebela ngendingiliza amachashaza amathathu kwathi kweyesine wathi ayiphilanga Kodwa Lezi eziwu3 ziyaphila,ngikhulelwe.lavele lanqamuka iphupho ngisajabule,ingabe kuchaz ukthini lokho
Bheka ezinye izincazelo esinazo lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngabantwana/
Umngani wami uthi ungiphuphele ngichithekelwa isisu vele ngikhulelwe ngisovalweni manje kungabe kuchaza ukuthini??
Akusikho lokhu enikucabangayo, nansi incazelo ngamaphupho okuphuphunyelwa yisisu: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuphuphuma-kwesisu/
Kusho kuthini ukuphupha utete ingane yentombazane kani vele ukhulelwe
Nalu ulwazi esinalo: https://iafrika.org/amaphupho-ngezingane-ezincane/
Kutshoni ukuphupha owesilisa ethi kimi isibongo engisisebenzisayo akusona esami esamj ngesakoNdlovu ma ngithi ngibuza umama ephutshweni khonapho umama athi esakho yisoneso osisebenzisayo besesiyaqala ukulwa ephutshweni lomama ngize ngikhale ngiphaphame ngilokhe ngikhala liyangihlupha lelo phupho selileminyaka
Loludaba sengathi lungaphezu kokuzifunela izimpendulo ngalendlela owenza ngayo, ikakhulukazi ngoba futhi uthi sekuyiminyaka uphupha into eyodwa. Ukukhathazeka kwakho kubonisa sengathi nawe unazo izinsolo ngaloludaba, yini ungaveli ubhekane nalo ngqo mhlawumbe ukhulume nabadala bakini abasaphila?
Thokoza. Ngicela nami ukubuza ngayo indaba yesbongo. Nami ngiphuphe ngizwa ivoice yomuntu weslisa athi kim angiyena wakwa Ngubane, ngingiSthole. Ngase ngibona umngani wam wkwaSIthole afuna into eshkwameni afuna ukubonisa yona, kodwa ingatholakali. Kodwa ngiyazi ukuthi ubaba wuyelo engimaziyo. Ngicela usizo ngencazelo.
Kutshoni ukuphupha owesilisa
Awubange usaqedela ukuthi umuntu wesilisa omphuphayo wenzani, kodwa ngoba ubufunda incazelo ngamaphupho okukhulelwa, nalu olunywe ulwazi esinalo oluhlobene nalolu obulufunda kulenkundla yethu ye-iAfrika, ulwazi ngokuphupha ngokuzala https://iafrika.org/amaphupho-ngokuzala/
Kuchaza ini ukuphupha umuntu wesfazane etetela e Office ingane kodwa ezitetele nje aze ayphathe ingane?
Nalu ulwazi esinalo ngokuphupha ngokuzala https://iafrika.org/amaphupho-ngokuzala/
Kuchazani ukuphupha Kukhona oxova inhlama ka Flour ebese eyalinda ukhukhumale?
Bheka nansi incazelo esinayo lapho uphupha upheka ngofulawa https://iafrika.org/amaphupho-ngofulawa/
Kuchazani ukuphupha ucula
Nalu ulwazi esinalo ngamaphupho ngokucula, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngokucula/ Nondaba! Uwubonile nje umlando nezithakazelo zakini kwaZondi? Bheka lapha https://iafrika.org/izithakazelo-nomlando-wakwazondi/
Kushoni ukuphupha njalo useskolei ufunda kodwa uthole ukuthi awusakwazi nokubhala kuze ukhale insimbi yeskole awubhalile
Nansi incazelo yephupho lapho wehluleka khona ukubhala, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngokubhala/
Ngiphuphe ngikhulelwe
Ngaphupha sihlaselwa sinoMama sihlaselwa umuntu ongamthandi umama emsebenzini
Ngiyabona ukuthi usufundile kabanzi isigaba esikhuluma ngamaphupho ngokukhulelwa. Ake wenenezele kulololwazi ngokubheka futhi nalu olunye ulwazi esinalo oluthintene nezindaba zamaphupho okukhulelwa: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuzala/ Sinayo futhi nencazelo lapho ephusheni lakho kuvela khona umama wakho, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngomama/
Kusho ukuthini ukuphupha upaka izinkuni wendza indlu ngazo
Nalu ulwazi esinalo lapho uphupha ngezinto zokwakha, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngezinto-zokwakha-2/
ngiphuphe ngathi ngiyo grosa kwi trolley kugcwele ama fruits: banana,kiwi kanye nama apples
Nalu ulwazi esinalo ngokuphupha uthenga: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuthenga/
Ngiphuphe abantu abathathu bekhulelwe engingabazi kodwa bekungathi siyazana nabo mina ngingumuntu wesilisa kuchazani lokhu.
Uma ungumuntu wesilisa uphupha ngabantu abakhulelwe, ake ubheke lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuzala/ Uke wazibona nje izithakazelo zakini kwaNgubane? Bheka lapha: https://iafrika.org/izithakazelo-zakwangubane/
Ukuphupha umuntu wakini osewashona ephinde eshona noma afike ehamba ngemoto Engle emnyama
Nalu ulwazi esinalo lokuphupha kuhanjwa ngemoto: https://iafrika.org/amaphupho-ngemoto/
Ngiphuphe umnakwethu ethi ukhulelwe
Nasi isimo esingasikisela ukuthi lowo omphuphayo ukhulelwe: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuzala/
Kushoni ikuphupha umuntu ekhulelwe
Nasi isimo esingasho ukuthi lowo omphuphayo ukhulelwe: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuzala/
Ngyabingelela ngabe kuchazani ukuphupha kuvela ibhubesi elkhulu amafini emvakwebhubesi kwavela umintu ongumkhulu nje kthe makvela ibhubesi ngamemeza ngathi bayede ngi0hakamisa izandla
Nali ulwazi esinalo ngokuphupha ibhubesi, https://iafrika.org/amaphupho-ngengonyama/