isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Amaphupho ngokufuya izinkomo

Ukuphupha ufuye izinkomo kunezincazelo ezahlukahlukene:

  • Kubantu abacebile empilweni kusho ukwenzeka kwento ezoba yihlazo noma ukulahlekelwa okukhulu.
  • Kubantu abampofu lisho ukuzuza okuthile.

Ubunjalo kanye nesimo sezinkomo ophupha uzifuyile nakho kunezincazelo zakho:

  • Uma uphuphe ufuye izinkomo ezikhuluphele, lokho kusho inala.
  • Kanti uma uphuphe ufuye izinkomo ezondile, lokho kusho ukuza kwendlala.

1 thought on “Amaphupho ngokufuya izinkomo”

  1. Mhleli ngicel ukubuza incazelo uma ngiphupha ngifuna umsebenzi ekubeni ngibe ngsebenza.

    Reply

Leave a Reply to siphamandla shange Cancel reply