Amakhanda Amakhaya Amaphunga Imali Imicimbi Imicimbi yesintu Imifino Imililo Imishado Inyama Izaga Izikhathi Izilwane Izimbali Izinambuzane Izindawo Izinganekwane Izingubo Izinhlanzi Izinja Izinkomo Izinqola Izinyoka Izinyoni Izithelo Ukudla Ukuhamba Ukukhubazeka Ukuphonswa Ukuzwa

Amaphupho ngokubhukuda

Uma uphupha ukuthi uyabhukuda kuwuphawu oluhle uma ikhanda lakho lingaphezulu kwamanzi – ikakhulukazi emsebenzini nasebudlelwaneni bakho nabanye. Uma amanzi ehlanzekile ecwebile kuhle kakhulu. Uma ubhukuda phansi kwamanzi kusho ukuthi kunezinkinga ezizayo kuwe ikakhulukazi uma amanzi efiphele.

3 thoughts on “Amaphupho ngokubhukuda”

  1. Ngicela ukubuza uma uphupha ubhukuda emfuleni ogelezayo onamanzi amaningi obukade unezikhukhula kodwa ngibhukuda ngenyuka ngiphambana namanzi

  2. Thokoza gogo ngithanda ukuphupha ngindiza emafini kodwa engiweli phansi ingabe lichazani leliphupho

Leave a Reply

Sign up for updates