Uma uphupha ukuthi ulahlekelwa izingubo futhi unqunu kusho ukuthi uzoba nebhadi maduzane. Uzoba nenkinga emsebenzini emndenini nasebudlelwaneni bakho nabanye.
Uma uphupha ukuthi ulahlekelwa izingubo futhi unqunu kusho ukuthi uzoba nebhadi maduzane. Uzoba nenkinga emsebenzini emndenini nasebudlelwaneni bakho nabanye.
Ngphupha engath bengsekhwen ngashiya vest lam…ngath intombi ibingphelezela sadibana nobhut wayo omdala sadlulana mase sisithele ath uyangedelela lo kube sengath uyanglandela lapho sengith ngfuna ukuthatha isqanda kumama ngizwe engath ukhulumela eduze ngavele ngangena hlathin ngahamba ngenye indlela nabo bahamba ngomwaqo mangfika ekhaya ngfica izinja ezingi nabadlwane engath khona nabantu engingabaz abahlel phandle zith zyangikhonkotha kukhuze umuntu omdala ath nike nimlume zathula nya
Thokozani, ngicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha ngise nyangeni nginqunu engigcobisa umuthi endaweni yangasese. Ngiphinde ngibuze ngokuphupha inja e brown ime eduze kwami ingangenzi lutho ngiyixosha iphinde ibuye?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenja
Kuthetha ukuthini ukuleqa yihagu ifuna ukungiluma?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngembuzi
Ndicela uncedo ndiphupha ndisenkantolo, ngibekwa icala yiintombi emnyama engiyazela kude kodwa kuphela ngiwina lapo ecourt, ngoba ndifunyaniswa ngingenacala bese umantyi angibhalele icheque
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngomthetho, icala nesijeziso
Sanibonani ..ngiphupha ngimatasatasa ngicleaner emzini wami.kodwa angiqedi ku cleaner kuba sengathi kungcola kakhuuulu mangi cleaner .ngathi futhi nginezivakashi zakamakoti omdala zibhizi ziyaphuma .ziyangena e bathroom….kangangokuthi oyedwa wabo ngigcine ngimfica enqunu e bathroom
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngokungcola nokuhlanzeka
Kuchazan ukuphupha ungaphansi kwamanzi olwandle ubona ama swidi amhlophe nabomvu,amanye emnyama nabomvu kuthiwa wathathe?
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngolwandle/