Amaphupho ngezintethe

Ukuphupha izintethe kungasho izinto ezahlukahlukene kuya ngendawo ezikuyo nokuthi zenzani:

  • Ukuphupha izintethe kungachaza ukuthi lindela izinkinga noma isifo okanye indlala ezayo.
    Uma uphupha ziningi kepha zingadli noma zingamoshi izitshalo kungasho ukuthi lindela ukuthi uNkulunkulu uzokubusisa ngenala ukuze ukwazi ukuphila.
  • Uma uphupha izintethe zingasho ukuthi uzoba nokudla okwanele nangesikhathi esinzima sokweswela.
  • Ukuphupha izintethe kungasho izitha ezikuzungezile futhi ezizokumisa kabi empilweni.
  • Ukuphupha izintethe kungasho ukuthi nibumbene futhi nisebenza ngokubambisana ngaphandle kokuba khona kolawulayo.
  • Uma uphupha izintethe zingena endlini zidala umonakalo kungasho ukuthi usengcupheni yokulahlekelwa yinto eligugu kuwe.

Leave a Reply