isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Amaphupho ngezingubo ezindala noma ezingcolile

Uma uphupha ukuthi unikwe izingubo ezingcolile noma ubuzwe ukuthi uwashe izingubo kodwa amanzi angcolile kusho ukuthi kukhona ozama ukuthakatha umuzi wakho.

19 thoughts on “Amaphupho ngezingubo ezindala noma ezingcolile”

  1. Ngiphupha umngani wami engibonisa iziketi zakhe aqeda kuzithenga kwadunusa, sisami ngaphandle engakangeni nasendlini

    Reply
  2. Kusho ukuthini ukuphupha umuntu ehlanya futhi ehamba ngezinyawo bese abanye bemphuphe egqoke izinto ezincolile ehlanya

    Reply
  3. Kusho ukuthini ukuphupha umuntu ongasazwani naye ewasha izi pahla Mina ngiphulisha ngine ka?

    Reply
  4. sanibonani ngcela ukubuza kuchazani umuntu othandana naye elethe ingane encane yakho eyigezile iyinhle kodwa yena engcolile egqoke izimpahla ezinkulu kunaye futhi edakiwe.

    Reply
  5. Ngiphuphe ngineka izimpahla zokugqoka eziningi angizikhumbuli ukuthi bekungezabani ngisizwa izingane zami kukhanya emnyango saphinda sazithula sekumnyama ingabe kuchazani lokhu

    Reply
  6. Kuchazani ukuphupha isangoma osaziyo sihamba nawe sisahamba kuvele izilwane zisigijimise singene ipassage zinyamalale masibuyela endlini sekune twasana ngathy sengilinika umthetho was phehlweni

    Reply
  7. Ngisacela ukubuza ukuthi kuchazani ukubona umzali wakho ehanjelwe ingqondo, suke lapho ethunjwe?

    Reply
  8. Kuchaza ukuthini ngaphupha bengixoshile ekhaya ngahamba ngahlala kamakhelwane, kamakhelwane bangihlupha bengiwashisa izimpahla. Ekhaya kwashada usis wami egqoke ingubo emhlophe but umshado wawungena ekhaya instead of ukuthi uphume. Mina ngangimi kamakhelwane ngibuka ngoba bangixosha ekhaya

    Reply

Leave a Reply to Anonymous Cancel reply