Amaphupho ngezingadi

Uma uphupha ukuthi usengadini kusho izinto ezinhle empilweni yakho. Kusho ukuthi uzoba nomshado omude nezingane eziphumelelayo ikakhulukazi uma okutshaliwe kuluhluza kukhula kahle.