isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Amaphupho ngesiwa

Uma uphupha usonqenqemeni lwesiwa kusho ukuthi kukhona okusemqoka okuzokwenzeka ebudlelelwaneni bakho maduze. Uma ushadile kusho ukuthi kungenzeka ube nomntwana. Uma kodwa ulenga kwisiwa kukhona okubambile kusho ukuthi othile uzama ukukuqalekisa futhi kufanele uthole usizo kumelaphi.

3 thoughts on “Amaphupho ngesiwa”

  1. Ce kubuza kuchani ukuphupha usesiweni nom endaweni enyukelayo uzama ukuyinyuka kodua uthi uma usuzofika phezulu uphinde wehle

    Reply
  2. Uma uphupha usesiweni ubambelele kwimpande encane ezonqamuka futhi kukhona umuntu ophezulu ongafuni ukukusiza kuchazani

    Reply

Leave a Reply to Lungi Cancel reply