Amaphupho ngesihlabathi Uma uphupha usesihlabathini kusho ishwa. Uzolwa nothile omaziyo noma ubenamahloni ngenxa yalokho okwenzayo. HLUKANISELANAClick to share on WhatsApp (Opens in new window)Click to share on Facebook (Opens in new window)Click to share on Twitter (Opens in new window)Click to email a link to a friend (Opens in new window) Amadlozi Amakhaya Amalobolo Clan names Imali Imifino Imisebenzi Imishado Inyama Izaga Izilwane Izindlu Izingubo Izinja Izinkolelo zesintu Izinkomo Izinyoka Izinyoni Ukudla Ukufa Ukugula Ukuhamba Ukukhubazeka Ukuzwa Umshado 33 thoughts on “Amaphupho ngesihlabathi” Ukuphupha umama nengane belwa befe bephenduke inhlabathi Reply Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokufa Reply Kusho ukuthini ukuphupha umnakwenu ekushaya aze akubhuquzise esihlabathini… Reply Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokushaya Reply Kusho ukuthini ukuphupha usensimini nodded senu kodwa lending igcwele inhlabathi omnyama and nibambisene isikhwebu sombila Reply Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngamaSimu Reply Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha udla inhlabathi/umhlabathi? Reply Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngokudla Reply Ngiphuphe ngidla umhlathi but une taste ngase ngiyawukhafula Reply Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokudla Reply Sanibona, ngcela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha wenza ilati ukhuluma no gogo wakho, bese ubona into engathi yinhlabathi ngathi ikhishwe izilwanyana khona elateni bese uya ukuyothatha umshanelo ufuna ukuyishanela Reply Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngokushanela Reply Sanibona Ngicela kubuza uma uphupha kuvuleke umnyango ube usumane kungathi undiza emoyeni kungenze ikati elimnyama luqalaze ulithethise uthi aliphume lishitshe libe umuntu okhathele olele ngomhlane mese wena uyehla ume ekhanda lakhe lomuntu athi kuwe uqhamukaphi wena . Reply Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngekati Reply Sanibonan ngicela ukubuza ngabe kusho ukuthin ukuphupha udilika nenhlabath ikumboze kodwa ukwaz ukuphum Reply Sanbona kusho ukuthini ukuphupha umuntu wasekhaya ongazwani naye efaka inhlabathi ezimpahleni ezihlanzekile zakho Reply Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngokungcola nokuhlanzeka Reply Asbonani Kusho ukthini ukphupha umba kuqhamuke isihlabathi esihle esifana nesasolwandle esimhlophe nesi brown Reply Cofa lapha ukuthola ulwazi https://iafrika.org/amaphupho-ngolwandle/ Reply Ukuphupha umba inhlabathi engathi nikesiteni entsha nithutha nezimpahla Reply Sanibona .ngcela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ingane iphuma inhlabathi ngezindlebe .bese ngosuku olulandelayo ngiphuphe inhlabathi iphuma ezindlebeni zami Reply Leli phupho lisho ishwa,uzolwa nothile omaziyo noma ubenamahloni ngenxa yalokho okwenzayo. Ukuthola olunye ulwazi cofa lapha https://iafrika.org/amaphupho-ngezingane-ezincane/ Reply Sanibona I ngiphuphe sengathi ngiyakhala ngiyazibhuqhuza emhlabathini olwandle ngiphe ke phezu kubekhona o ngathi yangisujumisa engibamba nje kuse njalo kwqphumw izingwenya ezintathu zayo ngena olwandle Reply Nalu ulwazi esinalo ngalokho: https://iafrika.org/amaphupho-ngengwenya/ Reply Sanibona. Ngicela ukuchazelwa leliphupho. Kuchazani ukuphupha uhamba esihlabathini solwandle? Reply Ungase uthole okuzokusiza kancane kule ndaba yamaphupho olwandle: https://iafrika.org/amaphupho-ngolwandle/ Reply Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha kungena isihlabathi endlini sinimboze Reply Ngicela ukubuza ngiphupha kulungiswa inhlabathi imina umalume umzala wami yonke indawo phansi kunenhlabathi ngaphansi kwayo kuvele izinduku ezomisiwe zomoba engathi ephusheni ngiyazixoxela kodwa kuhlezi nentombazane engingazwani nayo inabile phansi ngiyabonga Reply Ake ubheke lapha kumaphupho ngokuphonswa: https://iafrika.org/amaphupho-okuphonswa/ Reply Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha udla Inhlabathi Reply Yiphupho eliphindaphindayo yini leli noma uphuphe kanye nje? Hlobo luni lwenhlabathi? Yini enye eyenzakalayo ephusheni lakho ngale kokudla inhlabathi? Ukwazi kabanzi ngamaphupho akho abeleselayo yikhona okungasiza ekutholeni incazelo yephupho lakho. Reply Kusho ukuthini ukuphupha udla umcako Reply Uzithwele Reply Leave a Reply Cancel reply
Kusho ukuthini ukuphupha usensimini nodded senu kodwa lending igcwele inhlabathi omnyama and nibambisene isikhwebu sombila Reply
Sanibona, ngcela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha wenza ilati ukhuluma no gogo wakho, bese ubona into engathi yinhlabathi ngathi ikhishwe izilwanyana khona elateni bese uya ukuyothatha umshanelo ufuna ukuyishanela Reply
Sanibona Ngicela kubuza uma uphupha kuvuleke umnyango ube usumane kungathi undiza emoyeni kungenze ikati elimnyama luqalaze ulithethise uthi aliphume lishitshe libe umuntu okhathele olele ngomhlane mese wena uyehla ume ekhanda lakhe lomuntu athi kuwe uqhamukaphi wena . Reply
Sanibonan ngicela ukubuza ngabe kusho ukuthin ukuphupha udilika nenhlabath ikumboze kodwa ukwaz ukuphum Reply
Sanbona kusho ukuthini ukuphupha umuntu wasekhaya ongazwani naye efaka inhlabathi ezimpahleni ezihlanzekile zakho Reply
Asbonani Kusho ukthini ukphupha umba kuqhamuke isihlabathi esihle esifana nesasolwandle esimhlophe nesi brown Reply
Sanibona .ngcela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ingane iphuma inhlabathi ngezindlebe .bese ngosuku olulandelayo ngiphuphe inhlabathi iphuma ezindlebeni zami Reply
Leli phupho lisho ishwa,uzolwa nothile omaziyo noma ubenamahloni ngenxa yalokho okwenzayo. Ukuthola olunye ulwazi cofa lapha https://iafrika.org/amaphupho-ngezingane-ezincane/ Reply
Sanibona I ngiphuphe sengathi ngiyakhala ngiyazibhuqhuza emhlabathini olwandle ngiphe ke phezu kubekhona o ngathi yangisujumisa engibamba nje kuse njalo kwqphumw izingwenya ezintathu zayo ngena olwandle Reply
Ungase uthole okuzokusiza kancane kule ndaba yamaphupho olwandle: https://iafrika.org/amaphupho-ngolwandle/ Reply
Ngicela ukubuza ngiphupha kulungiswa inhlabathi imina umalume umzala wami yonke indawo phansi kunenhlabathi ngaphansi kwayo kuvele izinduku ezomisiwe zomoba engathi ephusheni ngiyazixoxela kodwa kuhlezi nentombazane engingazwani nayo inabile phansi ngiyabonga Reply
Yiphupho eliphindaphindayo yini leli noma uphuphe kanye nje? Hlobo luni lwenhlabathi? Yini enye eyenzakalayo ephusheni lakho ngale kokudla inhlabathi? Ukwazi kabanzi ngamaphupho akho abeleselayo yikhona okungasiza ekutholeni incazelo yephupho lakho. Reply
Ukuphupha umama nengane belwa befe bephenduke inhlabathi
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokufa
Kusho ukuthini ukuphupha umnakwenu ekushaya aze akubhuquzise esihlabathini…
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokushaya
Kusho ukuthini ukuphupha usensimini nodded senu kodwa lending igcwele inhlabathi omnyama and nibambisene isikhwebu sombila
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngamaSimu
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha udla inhlabathi/umhlabathi?
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngokudla
Ngiphuphe ngidla umhlathi but une taste ngase ngiyawukhafula
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokudla
Sanibona, ngcela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha wenza ilati ukhuluma no gogo wakho, bese ubona into engathi yinhlabathi ngathi ikhishwe izilwanyana khona elateni bese uya ukuyothatha umshanelo ufuna ukuyishanela
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngokushanela
Sanibona
Ngicela kubuza uma uphupha kuvuleke umnyango ube usumane kungathi undiza emoyeni kungenze ikati elimnyama luqalaze ulithethise uthi aliphume lishitshe libe umuntu okhathele olele ngomhlane mese wena uyehla ume ekhanda lakhe lomuntu athi kuwe uqhamukaphi wena .
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngekati
Sanibonan ngicela ukubuza ngabe kusho ukuthin ukuphupha udilika nenhlabath ikumboze kodwa ukwaz ukuphum
Sanbona kusho ukuthini ukuphupha umuntu wasekhaya ongazwani naye efaka inhlabathi ezimpahleni ezihlanzekile zakho
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngokungcola nokuhlanzeka
Asbonani
Kusho ukthini ukphupha umba kuqhamuke isihlabathi esihle esifana nesasolwandle esimhlophe nesi brown
Cofa lapha ukuthola ulwazi https://iafrika.org/amaphupho-ngolwandle/
Ukuphupha umba inhlabathi engathi nikesiteni entsha nithutha nezimpahla
Sanibona .ngcela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ingane iphuma inhlabathi ngezindlebe .bese ngosuku olulandelayo ngiphuphe inhlabathi iphuma ezindlebeni zami
Leli phupho lisho ishwa,uzolwa nothile omaziyo noma ubenamahloni ngenxa yalokho okwenzayo. Ukuthola olunye ulwazi cofa lapha https://iafrika.org/amaphupho-ngezingane-ezincane/
Sanibona I ngiphuphe sengathi ngiyakhala ngiyazibhuqhuza emhlabathini olwandle ngiphe ke phezu kubekhona o ngathi yangisujumisa engibamba nje kuse njalo kwqphumw izingwenya ezintathu zayo ngena olwandle
Nalu ulwazi esinalo ngalokho: https://iafrika.org/amaphupho-ngengwenya/
Sanibona.
Ngicela ukuchazelwa leliphupho.
Kuchazani ukuphupha uhamba esihlabathini solwandle?
Ungase uthole okuzokusiza kancane kule ndaba yamaphupho olwandle: https://iafrika.org/amaphupho-ngolwandle/
Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha kungena isihlabathi endlini sinimboze
Ngicela ukubuza ngiphupha kulungiswa inhlabathi imina umalume umzala wami yonke indawo phansi kunenhlabathi ngaphansi kwayo kuvele izinduku ezomisiwe zomoba engathi ephusheni ngiyazixoxela kodwa kuhlezi nentombazane engingazwani nayo inabile phansi ngiyabonga
Ake ubheke lapha kumaphupho ngokuphonswa: https://iafrika.org/amaphupho-okuphonswa/
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha udla Inhlabathi
Yiphupho eliphindaphindayo yini leli noma uphuphe kanye nje? Hlobo luni lwenhlabathi? Yini enye eyenzakalayo ephusheni lakho ngale kokudla inhlabathi? Ukwazi kabanzi ngamaphupho akho abeleselayo yikhona okungasiza ekutholeni incazelo yephupho lakho.
Kusho ukuthini ukuphupha udla umcako
Uzithwele