Skip to content
- Ukuphupha ubona isiduli simila ngaphakathi kwegceke ekhaya uphawu olubi olungasho ithuna noma ukuthi kukhona ozoshona futhi akukho eningakwenza ukumsindisa.
- Uma uphupha ubona isiduli uphawu olungasho ukuthi qaphela kukhona ibhadi elizokwehlela maduze nje.
- Ukuphupha isiduli kungasho ukuthi uzoba nomzwangedwa nokukhathazeka noma kungahle kuvele izimfihlo obungazazi ngawe.
- Uma uphupha izintuthwane ziqoqela ukudla ngaphathi esidulwini kungasho ukuthi lindela impumelelo yalokho okuhle osuke ukwenza.