Uma uphupha ubona izinkukhu kusho izinto ezinhle ingqobo nje uma zingekanye namatshwele. Ngaphandle kwamatshwele iphupho lisho ukuthi uzoba nenjabulo kanye nempumelelo kodwa uma kunamatshwele kusho ishwa ukwenqatshwa kanye nokulahlekelwa ikakhulukazi kwezothando noma emsebenzini.
Kusho ukuthini ukuphupha amantombazane agqoke izinto ze lace the ngiphuphe ngidla upowder obrowm mase ngyaphalaza ngiphume ngaphandle ngikake mangithi ngyasukuma kuqamuke inkukhu ifune ukudla isihlama kimi kdw ngiyishaye ngisukume ngishidabe mase ngigeza izandla
Sawubona, sicela ubheke kule linki elandelayo: https://iafrika.org/ukuphupha-ngamasimba/
Kuthetha ukuthini ukuphupha ugxotha iinkukhu namantshontsho azo,2 weeks after kungcwatyiwe
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngezilwane ezifuyiwe nemfuyo
Cela ukubuza kuchazeni ukuphupha kukhona into ekuhluphayo ikuhluphe ngisho ebsuku mawuyicabanga ikucindezele ebsuku unganyakazi mawulala uze uphuphe ukuthi kmele uthenge inkukhu ephuphweni kungemina kuphela owayehlushwa ilento kodwa noGogo oyiSangoma ohlala kaMngan wami…saze sathenga izinkukhu ezimbili ezimhlophe sahlaba eyodwa
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukwelapha ngesintu
Cela ukbuza kuchazani ukuphupha umawengan yakho ekunika inkukhu emva kokushonelwa yiyona ingane
Cofa lapha ukuthola incazelo yephupho lakho Amaphupho ngokufa
Cela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha amanzi abhovu Kanye nomfula.
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngomfula
Kumele uyogezwa ngenkukhu wena gogo
Ngicela kubuza kuchaza ukuthini ukuphupha upheka inyama yenkukhu
Cofa lapha ukuthola incazelo https://iafrika.org/amaphupho-ngokudla/
Kusho ukuthini uphupha izinkukhu ezimhlophe zisemanzini zifile
Cofa lapha ukuthola ulwazi Izizathu eziningi zokuthi uphuphe ngaManzi
Ukuphupha inkukhu emhlophe isesitsheni esimhlophe silamanzi kushoni
Cofa lapha ukuthola ulwazi Izizathu eziningi zokuthi uphuphe ngaManzi
Ngicela ukubuza ..kusho ukuthini ukupphupha inkukhu emnyama enanacabhacabha amhlophe me eduze kwembawula endlini ka gogo
Uma uphupha ubona izinkukhu kusho izinto ezinhle ingqobo nje uma zingekanye namatshwele.
Uma zikujaha.. Zikuluma kusgo ukuthinu
Ngicela ukbuza kuchazani ukphupha inkukhu emhlophe nebomvu ngizihlinza
Kusho ukuthini ukuphupha inkukhu ezalelayo, esabeka amaqanda
Cofa lapha ukuthola ulwazi https://iafrika.org/amaphupho-ngamaqanda/
Kuchazani Uma uphupha inkukhu ethelwe ngamanzi bese ephenduka aba luhlaza
Uma uphupha ubona izinkukhu kusho izinto ezinhle ingqobo nje uma zingekanye namatshwele.
Ngcela ukubuza kusho ukuthini uma
uphupha umtwana wakini emuka mamanzi agijimayo
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/izizathu-eziningi-zokuthi-uphuphe-ngamanzi/
Phinda ucofe lapha ukuthola ulwazi okwengeziwe https://iafrika.org/amaphupho-ngamanzi/
Uma uphupha izinkukhu ezimnyama ezintathu uzichutha bese eyodwa amaqubu ayo ehlala kuwe emzimbeni kodwa ulwe ugcine uwasusile kuthiwe idleni inyama ngiqabe ngigcine ngayidlanga ngabe kuchazani
Ngaphandle kwamatshwele iphupho lisho ukuthi uzoba nenjabulo kanye nempumelelo kodwa uma kunamatshwele kusho ishwa ukwenqatshwa kanye nokulahlekelwa ikakhulukazi kwezothando noma emsebenzini.
Ngcel ukbuza kusho ukthin ukphupha uphihliza amaqanda ngenhloso yokuzowapheka kodwa ngithi ngsaphihlize elodwa kvele kphume amatswele amathathu kodwa elodwa lawo lifile kuphila amabili?
Nalu ulwaz esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngamaqanda/
Ngicela ukubuza kusho ukuthini uma uphupha kuhlatshiwe izinkukhu kubekwe nezithelo kanye nemali emhlophe ewopondo kubonakala sengathi umcimbi nje kudliwa nokudla
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngezithelo/
Cela ukubuza. Kusho ukuthini ukuphupha ulwandle olumhlophe, kube ngathi amagagasi amhlophe, afuna ukunimboza nomdeni wakho, iphupho liphele sibhukuda kulamanzi amhlophe, sifuna ukuphuma ngoba amanzi olwandle bemakhulu kakhulu. Ephupheni kuvele nomkhulu wam, engingakaze ngimphuphe lokhe wahamba emhlabeni, uvele ngim’jabulela… ThokozaDlozi.
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngolwandle/
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngenkukhu/
Cela ukbuza kusho ukuthin ukuphuma inkukhu emyama ivele yaqonda kimi
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngamaqanda/
Ukuphupha uzinkukhu eziwu3 kuchazani
Ulwazi esinalo ngokuphupha izinkukhu yilo lolu osulufundile. Kulenkundla sesinengosi entsha sha! Lengosi izeka konke okumayelana nokwelapha ngokwesintu. Siqale ngesonto eledlule sakuthi phohlo ngesihloko sokuqala sokwendlalela, bheka lapha: https://iafrika.org/abelaphi-ngokuhlukana-kwabo/ Ezinsukwini ezingengaki sizokunika ulwazi olunzulu mayelana nokwelapha ukuphathwa yisisu, step by step.
Ngcela ukubuza ukuth kusho within ukuphupha ngeznkukhu elimhlophe libaleka ezitebhisin
hi
kuchaza ukuthina uma bekuhumba ngesibhamu ubaleke bengakuficy
Nalu ulwazi esinalo oluthinta isibhamu: https://iafrika.org/tag/izibhamu/
Ukuphupha amagcwane ka lamuthuthu lawa a yellow emaningi emahle kusho ukuthini ?
Mhlawumbe kuhlobene nomhlambi wezinyoni? Bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngomhlambi-wezinyoni/
Kutshoni ukuphupha usendlini enkulu kugcwele izinja ezinkulu ezinonile, eziyibrown zikugqaqhele, kodwa zingakulumi. Kunomfana ozelusayo.