isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Amaphupho ngenkukhu

Uma uphupha ubona izinkukhu kusho izinto ezinhle ingqobo nje uma zingekanye namatshwele. Ngaphandle kwamatshwele iphupho lisho ukuthi uzoba nenjabulo kanye nempumelelo kodwa uma kunamatshwele kusho ishwa ukwenqatshwa kanye nokulahlekelwa ikakhulukazi kwezothando noma emsebenzini.

44 thoughts on “Amaphupho ngenkukhu”

  1. Cela ukubuza kuchazeni ukuphupha kukhona into ekuhluphayo ikuhluphe ngisho ebsuku mawuyicabanga ikucindezele ebsuku unganyakazi mawulala uze uphuphe ukuthi kmele uthenge inkukhu ephuphweni kungemina kuphela owayehlushwa ilento kodwa noGogo oyiSangoma ohlala kaMngan wami…saze sathenga izinkukhu ezimbili ezimhlophe sahlaba eyodwa

    Reply
  2. Cela ukbuza kuchazani ukuphupha umawengan yakho ekunika inkukhu emva kokushonelwa yiyona ingane

    Reply
  3. Uma uphupha izinkukhu ezimnyama ezintathu uzichutha bese eyodwa amaqubu ayo ehlala kuwe emzimbeni kodwa ulwe ugcine uwasusile kuthiwe idleni inyama ngiqabe ngigcine ngayidlanga ngabe kuchazani

    Reply
    • Ngaphandle kwamatshwele iphupho lisho ukuthi uzoba nenjabulo kanye nempumelelo kodwa uma kunamatshwele kusho ishwa ukwenqatshwa kanye nokulahlekelwa ikakhulukazi kwezothando noma emsebenzini.

      Reply
  4. Ngcel ukbuza kusho ukthin ukphupha uphihliza amaqanda ngenhloso yokuzowapheka kodwa ngithi ngsaphihlize elodwa kvele kphume amatswele amathathu kodwa elodwa lawo lifile kuphila amabili?

    Reply
  5. Ngicela ukubuza kusho ukuthini uma uphupha kuhlatshiwe izinkukhu kubekwe nezithelo kanye nemali emhlophe ewopondo kubonakala sengathi umcimbi nje kudliwa nokudla

    Reply
  6. Cela ukubuza. Kusho ukuthini ukuphupha ulwandle olumhlophe, kube ngathi amagagasi amhlophe, afuna ukunimboza nomdeni wakho, iphupho liphele sibhukuda kulamanzi amhlophe, sifuna ukuphuma ngoba amanzi olwandle bemakhulu kakhulu. Ephupheni kuvele nomkhulu wam, engingakaze ngimphuphe lokhe wahamba emhlabeni, uvele ngim’jabulela… ThokozaDlozi.

    Reply
    • Ulwazi esinalo ngokuphupha izinkukhu yilo lolu osulufundile. Kulenkundla sesinengosi entsha sha! Lengosi izeka konke okumayelana nokwelapha ngokwesintu. Siqale ngesonto eledlule sakuthi phohlo ngesihloko sokuqala sokwendlalela, bheka lapha: https://iafrika.org/abelaphi-ngokuhlukana-kwabo/ Ezinsukwini ezingengaki sizokunika ulwazi olunzulu mayelana nokwelapha ukuphathwa yisisu, step by step.

      Reply
  7. Kutshoni ukuphupha usendlini enkulu kugcwele izinja ezinkulu ezinonile, eziyibrown zikugqaqhele, kodwa zingakulumi. Kunomfana ozelusayo.

    Reply

Leave a Reply