Uma uphupha ubona izinkomo noma amankonyane incazelo iya ngokuthi uyazilawula noma cha. Uma uzibona zisemadlelweni noma uzelusa kusho impumelelo nenhlanhla ekusaseni lakho. Uma zikuhubha kusho ukuthi izitha zakho zikukhunkule ngomoya omubi futhi zizokunqoba. Kuhlale kuyishwa ukuphupha inkomo emnyama nokho futhi kusho ukuthi kuzoba nezinkinga emsebenzini wakho noma ebudlelwaneni bakho.
Kuchazani ukuphupha inkomo ebomvu ibala elimhlophe esiphongweni nasemabeleni
Thokozani bengicela ukubuza ukuphupha izinkomo eziningi eziwumhlambi eziyimibala ehlukene zime esangweni lomuzi kusho ukuthini
Kisho ukuthi I ukuphupha inkomo enkulu enelunda ingena endlin icasukile
Kuchazani ukuphupha iduna elimabalala ngokumhlophe nangoku brown limile linganyakazi?
Kuchazani ukuphupha inkomo enebala elimhlophe ngaphansi, emzimbeni imibalabala. Ngayibophela esgxobeni egcekeni.
cela ulubuzs kuchazani ukuphupha izinkomo ezibomvu eziningi ezinolaka
Sawubona, nali ulwazi esinalo okwamanje https://iafrika.org/amaphupho-ngenkomo/?highlight=amaphupho%20ngenkomo
Sanibona ngicela ukubuza Mina hlampe khona ongangisiza angiphuphanga lutho Koda ekhaya kuvele kwangena inkomo endlini yempepho yafike yabhosha emsamo yase yaphuma kuloyo round
Crla ukubuza kusho ukuthini ukuphupha izinkomo zimithi/Zikhulelwe
Kusho ukuthini ukuphupha ushaywa ngobhuti bakho mawuthi uyabaleka uwe inkomozihambe phekwakho uvuvukale nobuso
Sawubona. Kuchazani ukuphupha izinkomo eziningi ezinombala omhlophe no brown ezikhuluphele zikugijimisa?
Sawubona, nansi incazelo yakho
https://iafrika.org/amaphupho-ngenkomo/?highlight=amaphupho%20ngenkomo
Kusho ukuthini ukuphupha umuntu ehlaba inkomo ebomvu kini
Kisho ukuthini uphupha yinkomo eziningi niziqhuba bese kuthiwa nizintshontshile bazishaye zigibele truck
Kusho ukuthini ukuphupha umuntu embethe usu lunomswane wenkomo noma umuntu egcobe umswane wenkomo emzimbeni wonke.
Nokuphupha inhlwathi enkulu izisongile emhlabeni
Kusho ukuthini ukuphupha izinkomo eziw 9 zifumbethe amafu amhlophe nambyama ngokulandelana kwazo
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngamafu
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha inkunzi yenkomo ikugijimisa kodwa ingakutholi
Ukuphupha usemcimbini ubone abantu esabashona obaziyo bese kuphunyula inkomo emnyama ebekumele ihlatshwe ilimaze abantu egcekeni usindiswe ukungena endlini engulawondi
Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha inkomo e black and white ihluleka ukuphuma emanzini amaningi ngathi kwi bridge kodwa igcine iphumile amanzi ebemaningi egijima ngaphaphama
Cofa lapha ukuthola impendulo Izizathu eziningi zokuthi uphuphe ngaManzi
Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha I Nkonyane ilenga esihlahleni sompetshisi ikubuka
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngesihlahla
inyongo
Ngiyabingele.
Ngicela kubuza kuthi kusho kuthini kuphupha inkomo emhlophe enkulu mina ngiyijaha ngiyibophela esihlahleni ngase sangweni lasekhaya komama kodwa ingavumi isilwisa nomzala wami.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngesihlahla
Kusho ukuthini ukuphupha izinkomo 2 enye ife?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngezilwane ezifuyiwe nemfuyo
Kusho ukuthinia ukujahwa inkomo eblack n white enezimpondo ezinkuli
Ukuphupha inkomo emhlophe enamabala abomvu emzinbeni kusho? Umyeni wam uphuphe imbuzi emhlophe izele amazinyane amathathu ngabe kushoni konke lokhu
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngembuzi
Kuchazani ukuphupha izinkomo izinkunzi zibophe amahiya abomvu welanga zikuhubha mawuthi uyaphahla
Ngiphuphe izinkomo eziningi zingi jaha, kodwa eyodwa ngayibulala ngayidla inyama yayo, ngase ngithi “ubani odla omunye manje?” ngisho ngijabula ukuthi ngiyi nqobile.