19 thoughts on “Amaphupho ngenkalankala”

  1. Kusho ukuthini ukuphipha inkalamkala ediniwe ikubamba ifuna kulimaza usedakeni eceleni kukhona idramu lamanzi ayisiphethu

    Reply
  2. Sanjbonani ngicela ukubuza kusho ukthini ukuphupha umnakwethu singene endlini sifike kuzinkalankala best uyazithatha azibulale

    Reply
  3. Ngicel kubuza kusho kuthin ukuphupha inkalankala usendlin uza kuwe ifik ikulum nyawo bese iyabaleka

    Reply
  4. Cela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha ubona izinkalankala eziningi ezincane uhamba kuzo ezinye zikunamathela

    Reply
  5. Sanibona,
    Ngicela ukubuza kuqonde ukuthini ukuphupha izinkalankala ezibovu eyningi bese kuba khona eyodwa enginciza esfubeni. Ngiyabonga

    Reply
  6. Sanibonan ngcela ukubuza kusho ukuthini ukuhamba ematsheni bese uzowela umfula bese ubona izinkalankala eziningi ingane zidlala ngazo emfuleni

    Reply

Leave a Reply