Uma uphupha ukuthi usemotweni futhi kukhona ogijimayo ngemoto kusho ukuthi uzoba nenhlanhla nempumelelo. Kepha uma kunguwena oshayelayo uzolahlekelwa yimali maduzane.
Uma uphupha ukuthi usemotweni futhi kukhona ogijimayo ngemoto kusho ukuthi uzoba nenhlanhla nempumelelo. Kepha uma kunguwena oshayelayo uzolahlekelwa yimali maduzane.
Sanbonani uma uphupha umuntu wakini ongasekho eshayel imoto enezibi kusho ukuthini
Nokuphupha umfula ugcweeele amanzi encolile bese kubangathi asekhaya lawo manzi agcwele egcekeni adusha umnyango afuna ukungena endlini kughi ke namagusha asekhaya afun ukungena endlin abalekela kamanzi kodwa kugcine kungenzekanga
Cofa lapha ukuthola incazelo https://iafrika.org/izizathu-eziningi-zokuthi-uphuphe-ngamanzi/
https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
Cela ukubuza kusho ukuthin ukuphupha udla amasi nezinkwa eziningi sigcwele etafuleni
Cofa laoha ukuthola impendulo https://iafrika.org/amaphupho-ngamasi/
Cela kubuza kusho kuthini ukuphupha ubizwe la muntu wakho ongasekho mamah wakhe ufice kuncolile uthi ya clean aqhamuke akubizele kwenye indlu ngaphandle uthi yafika akubuze kuthi ziphi izimali khona icard esingalitholanga laziwa uwena ngimangale athi cela address yasekhaya ngimunike bese ngikhale athi kuthi yazi kubhalwe mina ngth ngyaphuma sbari wakhona athi angingakhali ngthi mina yangixaka lento ngb ama card athathwa wonke akhe mase sengigoduka kanti sengishintshele nge foni lo mama wanginika ekungayona eyam lapho sengsemgwaqeni kuqhamuke taxi emhlophe enabantu bechwele ikhanya phakathi ngiwele mengiwela kudlule bus eduze kwethu echwele Abantu..ngizame kufuna kufonela ngane yakhe umuntu wam ongasekho Emhlabeni ngfuna kuyibuza kanti yenza njn ngemali.
Kusho ukuthini ukuphupha uhamba ngemonto ishayelwa usisi wakho ongasekho emhlabeni
Cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
Sanibona, ngisacel usizo. Ngiphuphe nginyuka istezi emveni kwalokhu ngehla ngelifti. Ingabe kushoni lokhu
Cofa lapha ukuthola ulwazi https://iafrika.org/amaphupho-ngokuhamba-ngezinyawo/
Mina ngihlezi ngiphupha ngemoto esekukade ngayithengisa. Ngiphupha ngihamba ngayo.
Uma uphupha ukuthi usemotweni futhi kukhona ogijimayo ngemoto kusho ukuthi uzoba nenhlanhla nempumelelo. Kepha uma kunguwena oshayelayo uzolahlekelwa yimali maduzane.
Mina ngiphiphe umfula o clean ngiphakathi mase kwaba khona umuntu ongibamba izandla engicwilisa emazini kodwa kuyinto engathi yenzeka ngempela
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngomfula/
Kuchanzani ukuphupha uhamba ngemoto uma ngifika emarobhothini ngifice amadoda amathathu azame ukungiphuca imoto eyodwa ibilokhu imemezile ukuthi abangishaye betatazela ababili, kodwa ngakwazi ukubaleka.
Uma uphupha ukuthi usemotweni futhi kukhona ogijimayo ngemoto kusho ukuthi uzoba nenhlanhla nempumelelo. Kepha uma kunguwena oshayelayo uzolahlekelwa yimali maduzane.
Ngiziphuphe ngihamba ngewheelchair kodwa ngingalimele ndawo ngiya ekhaya kungathi ngiphethe iglosa and ngihambe ngayo ngaze ngafika ekhaya ngabe kuchazani
Cofa lapha ukuthola impendulo yephupholakho https://iafrika.org/amaphupho-ngokukhubazeka/
Hello
Kuchaza ukuthini ukuphupha uhamba ngemoto yesoka lakho ,liyishayela lona kukhona no mama ongizalayo emotweni sihamba sihleka sonke sobathathu?
Cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/amaphupho-ngokuhleka/
Ngabe kusho ukuthin ukuphupha moto ikhishwe ama sondo
Uma uphupha ukuthi usemotweni futhi kukhona ogijimayo ngemoto kusho ukuthi uzoba nenhlanhla nempumelelo. Kepha uma kunguwena oshayelayo uzolahlekelwa yimali maduzane.
uphupha ukhwele imoto ube uyahlika ikushiyebyona leyo moto
Uma uphupha ukuthi usemotweni futhi kukhona ogijimayo ngemoto kusho ukuthi uzoba nenhlanhla nempumelelo.
ukuphupha umfundisi ehamba ngemoto emhlophe bese iyafa phakathi nomgwaqo.
Ukuphupha usisi wakho ethenge imoto eblue
Uma uphupha ukuthi usemotweni futhi kukhona ogijimayo ngemoto kusho ukuthi uzoba nenhlanhla nempumelelo. Kepha uma kunguwena oshayelayo uzolahlekelwa yimali maduzane.
Hi
Kushoni ukuphupha
Usuza umuntu we ex yakho umsiza
Efunwa ngama phoyisa.
Ngase ngimbona ethenga imoto entsha kodwa ifile
Cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/amaphupho-ngamaphoyisa/
Ngabe kusho ukuthini ukuphupha ngathi siphuma emcimbini umndeni wami ube sengozini ngiba landela ngenye imoto ngimenyezwe umfana kaSis ethi nangu ubhuti wami osashona ethi angibize umah
Ngicela ukubuza uma uphupha umuntu wakini ongasekho efika kuwe emoyizela ecela ukuth umphuzise amanzi kuchazani
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
Kusho ukuthin ukuphupha imoto e maroon amavili e flat wonke
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ugogo wami enzelwa i party usaphila futhi kunekhekhe leparty ,ngaphinda futhi ngaphupha ngipha izingane zesikole amakhekhe abhakiwe ano cream ngiwaphethe nje ngebhakede
Nanku okungakusiza: https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
Uma uphupha imoto entsha emhlophe
Ukuphupha ushelwa imoto yakho
Ngi phuphe Unngani Wami Enikezwe Imoto entsha Emsebenzini wakhe
Ngabe ngisenkingeni ngiphupha ngishayela izmoto yomyeni wami igijima
Ngabe kusho ukuthini ukuphupha umuntu eshayela imonto
Ukuphupha umah wakho ethenge imoto entsha
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha usendaweni ebusy nephithizelayo bese ugibela imoto ube sengozini yemoto bese uyalimala kakhulu
Ngiphuphe imoto yami intshontshelwe ama part okanye ikotsholotiwe yaze yakhishwa nama thayi ngabe kuchazani
Amaphupho ngokuntshontsha, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuntshontsha/
Ngiphuphe ndiayina ibhulukhwe zikamkhwenyana kodwa lingcolile
Ulwazi esinalo ngokuphupha ibhulukwe yilolu: https://iafrika.org/amaphupho-ngebhulukwe/ Olunye ulwazi esinalo ngezingubo ezingcolile yilolu https://iafrika.org/amaphupho-ngezingubo-ezindala-noma-ezingcolile/
Ukungcola kusho ukungcola kwalowomuntu
Bheka lapha ngamaphupho ngokungcola: https://iafrika.org/amaphupho-ngokungcola-nokuhlanzeka/
Kusho ukuthini ukubona ihhashi lingijima ngesivinini esikhulu edamini elikhulu elingenamkhawulo cishe lingangolwandle lelihhlashi eligijimayo lihamba njengeskembe esigijimayo emanzini kodwa lona linsundu livele half emanzini lagijima laze layosithela kuchazani lokho ngiyabonga
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ugibele imonto nibaningi bese uyehla emotweni ushiye izikhwama zakho uthi mawuthi uyahamba ijike imoto bazokulethela izikhwama zakho bese uyamba uthi uyogeza kube sengathi usendlini eseduze nomfula omkhulu njengolwandle Korea awunawo amagagasi uthulile amazing awadungekile bese kuqhamuka into igijima ngamandla emanzi bawuyi bhekisisa ubone ukuthi yihhashi liyagijima emanzini livele ngesingenhla kodwa inyawo azibonakali wethuke ucabange ukuthi umamlambo ngabe lichazani leliphupho
Kusho ukuthini ukuphupha udla amaqanda athosiwe
Nalu ulwazi esinalo lapho uphupha udla amaqanda, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngamaqanda/ Konje “Mfolozi emnyama inketha baweli nabawelayo bayayiqokelela” uzibonile nje izithakazelo zakini kwaMthethwa? Bheka lapha:https://iafrika.org/izithakazelo-zakwamthethwa/
ngabe kusho ukuthini ukuphuma ubona imoto yakho ivutha isha, iphela nje!
Lapho kunomlilo ephusheni lakho, kwesinye isikhathi kungasho lokhu: https://iafrika.org/amaphupho-ngomlilo/
Cela ukubuza uma uphupha uThola isipho semoto.
Nalu ulwazi esinalo ngokuphupha uthola isipho: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuthola-isipho/
Ngiphuphe ngiqika nemoto
Nalu olunye ulwazi ngokub sengozini: https://iafrika.org/amaphupho-ngengozi-nokulimala/
ngabe kusho ukuthini ukuphupha uthenge imoto entsha