Amaphupho ngemali

  • Uma uphupha ukuthi unemali, lokho kuwuphawu olubi futhi kuphathisa kabi uma uyisebenzisa noma uyilahla, kodwa kuyinhlanhla futhi kusho ukuthuthuka uma uyinikezwa noma uyithola.
  • Ukuphupha uphiwa imali, futhi kuvela ephusheni lakho lapho uyamukela, lokho kusho inhlanhla ezayo.

  • Uma uphupha uphiwa imali bese kuba khona omunye umuntu oyithathayo kuwe, lokho kusho ukuthi kunabantu abazama ukukuthakatha kumbe abafuna ukukuthathela isiphiwo sakho noma ukuntshontsha inhlanhla yakho.
  • Uma uphupha ukuthi ulanda imali oyilweletisile kumuntu, kusho ukuthi kuzoba nokudlulela phambili entweni ozama ukuyenza.

81 thoughts on “Amaphupho ngemali”

  1. Sanibona…
    Ngicela ukubuza la, Kusho ukuthin ukuphupha ucosha imali, engathi ingula layini endleleni, imali ekho R20 no R10….
    Khakhona ubaba ongithethisayo, ngabaleka ngaya ehlathin, wase eyamemeza wathi angimhambisel iynkomo zakhe kwakhe, ngawela umfula onamanzi agelezayo ecelen khona emfulen ngibone imbongolo ezele, ilele no ntwana wayo…. Makudana nayo omunye umntwana kodwa loyo usefile.

    Elite iphupho….
    Ukuphupha ujahwa amabhubesi angaboni emehlweni, ugibele esihlahle elibeli ela uze usuke ubaleke engakutholanga….

    Elinye iphupho
    Ngivamise ukuphupha Kukhona la engiyakhona kodwa kube khona izinkinga endleleni ngigcine ngingasafikanga, kodwa ekugcineni kwam ngalama phupho, ngaziphusha ngaze ngagcina ngifikile emva kobunzima obude…

    Reply
  2. Sanibona…
    Ngicela ukubuza la, Kusho ukuthin ukuphupha ucosha imali, engathi ingula layini endleleni, imali ekho R20 no R10….
    Khakhona ubaba ongithethisayo, ngabaleka ngaya ehlathin, wase eyamemeza wathi angimhambisel iynkomo zakhe kwakhe, ngawela umfula onamanzi agelezayo ecelen khona emfulen ngibone imbongolo ezele, ilele no ntwana wayo…. Makudana nayo omunye umntwana kodwa loyo usefile.

    Elite iphupho….
    Ukuphupha ujahwa amabhubesi angaboni emehlweni, ugibele esihlahle elibeli ela uze usuke ubaleke engakutholanga….

    Elinye iphupho
    Ngivamise ukuphupha Kukhona la engiyakhona kodwa kube khona izinkinga endleleni ngigcine ngingasafikanga, kodwa ekugcineni kwam ngalama phupho, ngaziphusha ngaze ngagcina ngifikile emva kobunzima obude…

    Reply
  3. Ukuphupha ucela imali bathi bayakuboleka bakunike eningi uyijikise uthathe u R100 kumuntu ongamazi kodwa okungathi uyisangoma.

    Reply
  4. Kuchaza UKuthini ukucela imali unikwe eningi bathi bayakuboleka uyijikise ugcine uthathe encane u R100

    Reply
  5. Kusho ukuthi enpilwei yakho kukhona okuhle okuzayo kungenzeka kufike abakhongi Noma yikuphi okuzamayo kuzopha impumelelo

    Reply
  6. Sawbona, ngcela ukubuza kusho ukuthini uphupha unika umuntu wasekhaya osewashona imali eyamaphepha. Bekungathi umemulo wami, ngamnika imali wase wahamba nayo

    Reply
  7. hi im bawinile from delmas

    ngiphuphe nginemali yamaphepha ngisemcimbini

    kusho ukthini loko thanks

    Reply
  8. Sanibona
    Ngiphuphe ngithola ngemali emhlophe engama-R1 amabili kanye nemali yakudala engu-2 cent omhlaphe endaweni ebihleli abantu kuthe kuse njalo kwaba khona ufuna ukungithupha u 2-cent kodwa wangaphumelele ngabe seya estolo ukyothenga ngalo R2 oy’mashumi amabili kodwa u2-cent ngaw’gcina…ngabe nokho kusho ukthini?
    Ngyabonga

    Reply
  9. Ncela ukubuza ku chaza ukuthini mawu phupha ama R200 nama R100 ebsuku kumnyama? Ngiphuphe ngi hamba ngase ngi bona iATM ebomwile nga nikwa isikhwama esimnyama esi nama R100 nama R200 ku phela

    Reply
  10. Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha udlala imishini bese uyawina imali eningi bese kuvela ugogo engahleki futhi engathukuthele

    Reply
  11. Uma uphuphe ubaba wami ephethe imali yamaphepha eningi kodwa mina angphe ama10c,Nama 5rand amaningi.

    Reply
  12. Ngicela kubuza sekusuku lwesthathu ngiphupha ngise toilet kokuqala beli gcolile, okwesibile beliclean ngabona igazi, okwesithathu ngifike u cc wami ephakathi kubonaka phansi kugcwele imali eyamaphepha ngathi akayicoshe sizoyigeza kuthe kusenjalo kwaqhamuka isesheli sami safike sakaka nami ngokujalo sibukana.

    Reply
  13. Ukuphupha uthola imali engamaphepha R200 bodwa abaningi ngith ngisayicosha omunye afike acoshe naye kusho ukuthini na ?

    Reply
  14. Kusho ukuthini ukuphupha umzali ongasekho ethi ufuna ukuhola Malin emsebenzini ngenyanga bese ethi R200 000

    Reply
  15. Ngicela ukubuza ngiphuphe ngitola imali emnyama kukhona nengama phepha BT ngathatha engamaphepha ngayifaka emabeleni Ami ngaphaphama

    Reply
  16. Ngicelukubuza ukuty uma uphupha imfene enkulu kodwa ifile isiqala ukuba nezimpukane kusho ukutyini?

    Reply
  17. Hi ngcelukubuzaa ukuthi kushukuthini ukuphupha umnakwenu ekushalazela bese umamezala a fune kukuchithela amanzi obukade ugeza kuwona uma uthi yamnika indishi iqhumele ezandlen zakho bese eyakuthela amanzi

    Reply
  18. ngiphuphu udadewethu ongasekho epheka ukudla kwesizulu udadewethu ophilayo esula phansi kwafika inyanga izophalazisa omunye umzala wami mina wanginika umuthi wathi isimonyo sokuthandeka ngicela ukubuza kuchazani lokho ngoba nomakhelwane bafike nezipheko zokudla kwesizulu kodwa bekumnandi kujatshulwe ekhaya ngabe kuchazani lokho

    Reply
  19. Ngiphuphe ngivundulula inqwaba yommese phansi komhlabath, kwase kuba khona okungathi bekfanele ukuba ngibanike yena obebalindele. Lowo umuntu engimaziyo.

    Reply
  20. Ndiphuphe ndichola i R100 zininzi zisemgqubeli ngathi nakulendawondicholela kuyo lemali kunedonga nje elungrlidanga enye yalemali ilapha eludongeni. ngaba imali oyichola semgqubeni ithetha ntoni

    Reply
  21. Ngiphuphe imali eningi eyamaphepha mese umngan wami engicaphunele encane angiphe yona

    Reply
  22. ngicela ukubuza uma uphupha umama wakho ongasekho uhamba naye edolobheni nidle naye bese athi hambini niye esitolo nje esimunyama kungathi sihambelwe ugesi kodwa wena wenqabe ukungena kuleso sitolo ume emyanga .kdw yena angane angaphumi phakathi uze uhambe wena bese uyaphaphama.

    Reply
  23. Ngcel kbuza ngphupha kungathi ngenza imali eyamaphepha isining,kqhamuke umzala wam afun ukuphuca ubhuti wam kodw lemali eyam ibalwa ubhuti wam kodw agcin eyekil,kwangath yon lemali sengothenga ngay leyonto engenza ngay imali,mangfika emfulen maning amanzi acwebile futh uma ngfika khon kukhona nobhuti wam omncan laph yen uphethe isbhamu ngbon kuth ngzobulawa ngbalek ngigen klamanzi adubule bhuti wam ngdubulek kodw ngangafa ngakwazi ukphum ngabalek ngaya ekhay,ngcel kbuza lichazan

    Reply
  24. Ngijwayele ukuphupha ngicosha imali engamaphepha nemhlophe n besengiphupha nGilda amagwava besengiba semanzini amaningi angahambi angancolile angadungekile besengibona omunye usisi etetile enengane encane engaqhokile engane ayilalisengesisu emathangeni n gabe achazani lamaphupho

    Reply
  25. Ngiphuph okuny ubhuti efun okwenz ucans nomunt ahlekisan naye kugcwel abant kulowomz kushoniwe ongumakhelwane

    Reply
  26. bengicela ukwazi uma umuntu ephuphe elala nomuntu kodwa umama elele naye bese ethi lomuntu ngoba ngiyahluleka uwena ngizokubulala bese eyakugwaza uma esekugwazile bese uthi akulethele amanzi anosawonti

    Reply
  27. Kuchaza ukuthini ukuphupha uthola imali bese uyahamba ufike uthenge umshini wokugaya imalI ,lomshini ukwazi ukukwenzela u 300 in 5 min, but xa iphuma lemali suyakhile iphuma ixubile kukhona nesilva, no 10 cents and few y email Emdaka

    Reply
  28. Imali ewuhlweza (silver) isho ukuthi uzoba nemali emalangeni enkulu,engamaphepha uzoba nemali emalangeni bt izobe inganinganga ngaleyondlela

    Reply
  29. Uma ngiphupha ngikwindawo ebengihlala kuyona kudala, ngiphalaza kwaphuma imali engozuka ebansundu ene(4) kuchazani likho?

    Reply
    • lokho akukho ryt abantu bayaloywa baboshelwe izinto zabo ngokusebenzida imali emnyama.ake uye kwababonayo noma esontweni lika moya.isonto likamoya sozivelela isimo ukuthi sithini Revelation church of god ungasizakala.ligooglishe your nearest branch.
      ungasizakala lapho

      Reply
  30. nakhu ngiphupha ngicosha imali la ngithanda khona ngiqale ngacosha uR2 imhlophe kanye nesihlanu R250 emvakwalokho bese ngicosha osheleni bebaniningi begcwel isandla ngingajabul kuthil ncazeli makhosi

    Reply

Leave a Reply to Londiwe Cancel reply