Uma uphupha ukuthi ubona amathuna noma amatshe ethuna kusho ukuthi uzophinda uthintane nesihlobo esidala noma umngani omdala maduzane. Bazokunikeza izindaba ezimnandi noma bakunikeze iseluleko esihle ngakho ke balalele kahle ukuthi bathini.
Uma uphupha ukuthi ubona amathuna noma amatshe ethuna kusho ukuthi uzophinda uthintane nesihlobo esidala noma umngani omdala maduzane. Bazokunikeza izindaba ezimnandi noma bakunikeze iseluleko esihle ngakho ke balalele kahle ukuthi bathini.
Ngyakhuleka ngisacela kubuza ukuthi kuchazani ukubona umfoweni efakwa egodini le thuna engcwatsha engafakiwe kwibhokise abhozwe ngenhlabathi koda aphinde avuke phakathi emgodini ame ngenyawo aphume. Ngisacela kubuza kuthi kuchazani. Ngiyabonga.
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngomgodi/
Camagu, ndicela ubuza uba ku chazani ukuphupha ulele emathuneni and ube ubona abantu onga zwani nabo kahle bedlula nge ndlela Next to the graveyard.
Sawubona, sicela ubheke lapha: https://iafrika.org/amaphupho-okufa/
Sanibonani kushoni ukuphupha amathuna sokulamanye amasha angani manengi?
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngokufa-2/
Kusho ukuthini ukuphupha ithuna limbulekile kuvela ibhokisi.
Sawubona Zandile, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngamabhokisi-okungcwaba/
Sawubona ngicela incazelo ngephupho engibe nalo ngiphuphe u mamkhulu wami ongasekho enginika ingubo emnyama angikhethele yona engzoyigqoka emngcwabeni kababa wengane naye sewashona kdala kodwa bekungath ima ezofihlwa
Sawubona Smangele, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
https://iafrika.org/amaphupho-ngezingubo/
Sanibonani , ngiphuphe ngikhala kugogo wami osewashona ngithi ngiyamkhumbula mangithi ngiyaphuma phandle umkhulu naye ongasekho emhlabeni ugubha umgodi omude othe kusuka lapho wangixhosha engihambisa nomakhelwane wami weslisa. Ngicela incazelo
Sanibona ngiphuphe ithuna lababawami ongasekho lilungisiwe inhlabathi ikhwezelwe kahle kunezimbali phezulu kwalo ngabe kusho ukuthini lokho
Ukuphupha amathuna egujiwe amabhokisi engaphandle
Kuchaza kuthi ukuphupha amathuna akamalume wakho amadala ngathi kukhona maphepha amhlopha amaningi kube ngathi izithombe zalabant ebashona nome izitifiketi zokushona
Ukuphupha uhamba phakathi kwamathuna amaningi uzama kungawanyatheli kusho ukuthini,iyangihlupha akupheli isonto ngingaphuphanga.
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ithuna lomuntu wakini elidala linesiduli kusuka emilenzeni kuya ezinyaweni.
Sanibona ngicela ukuchazelwa ngephuphu, ngiphuphe ngisemathuneni ngibhekha amathuna abakithi ngalibona Elika mkhulu kodwa ngiphaphame ngicinga Elika baba ozala umkhulu ngingalitholi. Ngiyabonga
Sawubona, nansi incazelo esinayo
https://iafrika.org/amaphupho-ngamathuna/?highlight=amathuna
I had a similar dream and liyangistresa lapho mina angitholanga ngisho elilodwa bengibheka elikamkhulu nelika mawami kwaze kwahlwa lutho kulithola especially elikamama nje coz bengilifuna kakhulu
Cela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ushisa isikhotha ethineni lomzali wakho osewashona uphinde ushise nezimpahla zakhe
Sawubona, nansi incazelo esinayo
https://iafrika.org/amaphupho-ngomlilo/?highlight=umlilo
Ukuphupha ushisa isikhotha ethuneni lomzali wakho osewasho uphinde ushise nezimpahla zakhe cela ukwazi kuchaza ini?
Sawubona, iphupho lakho liqukethe okuningi. Sicela ufunde langezansi
https://iafrika.org/amaphupho-ngomlilo/?highlight=umlilo
https://iafrika.org/amaphupho-ngokushisa-izingubo/?highlight=izingubo
ngabe kushoni ukuphupha ithuna elisha elicentiwe lomuntu wakini ongasekho vele kodwa licentiwe
Sawubona, nansi incazelo
https://iafrika.org/amaphupho-ngamathuna/?highlight=ithuna
ukuphupha amathuna amadala sengathi beshiswe ngomlilo kepha umlilo ungasekho
Ngiphuphe ngihlanza ithuna likamkhulu wami,kungabe kusishoni ngicela ingcazelo
Ukuphupha ithuna livilekile Livulwe izimvula
Ngiphuphe kunomuntu othi hambokhuluma ethuneni
Ukuphupha ulele phezulu kwethuna ongalazi emathuneni kusho ukuthi?
Ukuphupha amathuna kodwa ngath khona ugogo othi masigawule izihlahla ezisemathuneni
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngesihlahla
Thokozani ukuphupha engathi ngithole umsebenzi emathuneni nakhona ngifika ilanga lihle, libalele, amathuna akhona wonke anamatshe ngathi ase zindaweni zabelungu
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngesimo sezulu nesibhakabhaka
Sanibona kusho ukuthini ukuphupha ubona amathuna amaningi but iningi lawo ngathi awezingane ayafinfa ngathi kuphuma amanzi kuwona .mina sengathi ngitshela eziphathi mandla zamamaspala ngenkinga sesihamba nabo bathi angiyabokhmbisa
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuthelelana amanzi
Kuchazani ukuphupha ingane yakho ishonile?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokufa
Uma uphupha umuntu wakho bemufake emgodini ebhokisini elinembobo egqoke izimpahla ezimnyama. Kukhona namaphoyisa kodwa egcina ephunyukile. Kuchazani
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomgodi
Ngiphuphe sigubha ithuna labhiti wami oshone last year , sakhipha ibhokisi lakhe emgodidi salibeka ngaphandle egcekeni
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngamabhokisi okungcwaba
Ngiphuphe amathuna kukho nesikhalo sengane encane
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokuzwa ukukhala
Sawubone ngiphuphe ngibona iithuna lika mamncane esewahamba emhlabeni lingujwile kwathathwa okuthile phathikathi, ephupheni ngiyazizwa izinja zikhokhotha kodwa ngasaba ukuvuka nje ngiyabheka ukuthi zikhokhothani ithuna lakhe lise baleni, bangivuka ekuseni ligujiwe. Kusho ukuthini lokhu
Ngivuk nephuphonj ngathi ngibhelwe ithuna lazelavalwa balikhonka bafak isiphambano esinamangam ami bt umntu owenzalokho obekuwuye obenzalelithun umngani womuntu engithandan Naye mangith ngiyadlula ngiya idlin encane ngifica Indishi enamasimba nezimpethu ngabe kusho lokho
Cofa lapha ukuthola incazelo Ukuphupha indle noma indlu yangasese
Sawubona. Ngiphuphe kumbiwa ithuna kuzongcwathwa umama wami, egcekeni lasemanxiweni akithi. Kodwa umama ugcwathwe emavikini amabili edlule emathuneni omphakathi. Ngicela incazelo.
ukuphupha uphahla ethununeni ngabe kusho ukuthini
Ngiyabong ngolwazi eninalo ngama siyasizakala kakhulu