Amaphupho ngemali

Imali

Uma uphupha ukuthi unemali, kuwuphawu olubi futhi kuphathisa kabi uma uyisebenzisa noma uyilahla, kodwa kuyinhlanhla futhi kusho ukuthuthuka uma uyinikezwa noma uyithola. Uma uphupha ukuthi ulanda imali oyilweletisile kumuntu, kusho ukuthi kuzoba nokudlulela phambili entweni ozama ukuyenza. Uma umuntu ekunikeza imali kodwa omunye ekuphuca yona emva kwalkho, kusho ukuthi kunomuntu uzama ukukuthakatha noma ukuntshontsha inhlanhla yakho.

41 thoughts on “Amaphupho ngemali”

  1. nakhu ngiphupha ngicosha imali la ngithanda khona ngiqale ngacosha uR2 imhlophe kanye nesihlanu R250 emvakwalokho bese ngicosha osheleni bebaniningi begcwel isandla ngingajabul kuthil ncazeli makhosi

  2. Uma ngiphupha ngikwindawo ebengihlala kuyona kudala, ngiphalaza kwaphuma imali engozuka ebansundu ene(4) kuchazani likho?

  3. lokho akukho ryt abantu bayaloywa baboshelwe izinto zabo ngokusebenzida imali emnyama.ake uye kwababonayo noma esontweni lika moya.isonto likamoya sozivelela isimo ukuthi sithini Revelation church of god ungasizakala.ligooglishe your nearest branch.
    ungasizakala lapho

  4. Imali ewuhlweza (silver) isho ukuthi uzoba nemali emalangeni enkulu,engamaphepha uzoba nemali emalangeni bt izobe inganinganga ngaleyondlela

  5. Uma uphuma Mali eningi eyamaphepha igcwele isikhwama kungathi eyasekhaya kudwa uyiphethe

  6. Ukuphupha ucosha imali engamaphepha efanayo ize ibeningi uhamba uyicosha kuchazani

  7. Kuchaza ukuthini ukuphupha uthola imali bese uyahamba ufike uthenge umshini wokugaya imalI ,lomshini ukwazi ukukwenzela u 300 in 5 min, but xa iphuma lemali suyakhile iphuma ixubile kukhona nesilva, no 10 cents and few y email Emdaka

  8. bengicela ukwazi uma umuntu ephuphe elala nomuntu kodwa umama elele naye bese ethi lomuntu ngoba ngiyahluleka uwena ngizokubulala bese eyakugwaza uma esekugwazile bese uthi akulethele amanzi anosawonti

  9. Ngiphuph okuny ubhuti efun okwenz ucans nomunt ahlekisan naye kugcwel abant kulowomz kushoniwe ongumakhelwane

  10. Ngicela ukbuza ngiphupha ngizolotsholwa ngumuntu Engamazi ngisho oku wes nemali yakhona bathi uze no 25000

  11. Ngijwayele ukuphupha ngicosha imali engamaphepha nemhlophe n besengiphupha nGilda amagwava besengiba semanzini amaningi angahambi angancolile angadungekile besengibona omunye usisi etetile enengane encane engaqhokile engane ayilalisengesisu emathangeni n gabe achazani lamaphupho

  12. Ngcel kbuza ngphupha kungathi ngenza imali eyamaphepha isining,kqhamuke umzala wam afun ukuphuca ubhuti wam kodw lemali eyam ibalwa ubhuti wam kodw agcin eyekil,kwangath yon lemali sengothenga ngay leyonto engenza ngay imali,mangfika emfulen maning amanzi acwebile futh uma ngfika khon kukhona nobhuti wam omncan laph yen uphethe isbhamu ngbon kuth ngzobulawa ngbalek ngigen klamanzi adubule bhuti wam ngdubulek kodw ngangafa ngakwazi ukphum ngabalek ngaya ekhay,ngcel kbuza lichazan

  13. ngicela ukubuza uma uphupha umama wakho ongasekho uhamba naye edolobheni nidle naye bese athi hambini niye esitolo nje esimunyama kungathi sihambelwe ugesi kodwa wena wenqabe ukungena kuleso sitolo ume emyanga .kdw yena angane angaphumi phakathi uze uhambe wena bese uyaphaphama.

  14. Ngiphuphe imali eningi eyamaphepha mese umngan wami engicaphunele encane angiphe yona

  15. Ndiphuphe ndichola i R100 zininzi zisemgqubeli ngathi nakulendawondicholela kuyo lemali kunedonga nje elungrlidanga enye yalemali ilapha eludongeni. ngaba imali oyichola semgqubeni ithetha ntoni

  16. Ngiphuphe ngivundulula inqwaba yommese phansi komhlabath, kwase kuba khona okungathi bekfanele ukuba ngibanike yena obebalindele. Lowo umuntu engimaziyo.

  17. ngiphuphu udadewethu ongasekho epheka ukudla kwesizulu udadewethu ophilayo esula phansi kwafika inyanga izophalazisa omunye umzala wami mina wanginika umuthi wathi isimonyo sokuthandeka ngicela ukubuza kuchazani lokho ngoba nomakhelwane bafike nezipheko zokudla kwesizulu kodwa bekumnandi kujatshulwe ekhaya ngabe kuchazani lokho

  18. Hi ngcelukubuzaa ukuthi kushukuthini ukuphupha umnakwenu ekushalazela bese umamezala a fune kukuchithela amanzi obukade ugeza kuwona uma uthi yamnika indishi iqhumele ezandlen zakho bese eyakuthela amanzi

  19. Ngicelukubuza ukuty uma uphupha imfene enkulu kodwa ifile isiqala ukuba nezimpukane kusho ukutyini?

  20. ngifuna ukudlala iPowerball, ngiphuphe isibhamu, amapholisa, lesigebengu, lemoto?

  21. Ngicela ukubuza ngiphuphe ngitola imali emnyama kukhona nengama phepha BT ngathatha engamaphepha ngayifaka emabeleni Ami ngaphaphama

Leave a Reply